30. Unganikeli ngamaphasela nezinto phakathi eMasjid. Ungayenzi iMasjid indawo yokushiya nokulanda izinto. 31. Hlala ngokuzithoba nenhlonipho eMasjid futhi ungabi budedengu ngenhlonipho yeMasjid. Abanye abantu uma belinde ukuthi kuqale iSalaah, bashoshoba izingubo badlale ngomakhala ekhukhwini. Lokhu akuhabiselani nenhlonipho yeMasjid. 32. Lekelela ngohlela ukuthi iMasjid ihlale iqoqekile futhi ihlanzekile. 33. Ungabalethi abantwana, …
Read More »IDua Ekhethekile KuRasullullah (sallallahu alaihi wasallam)
عن أبي هريرة عن النبي صلى الله عليه وسلم قال: من قال اللهم صل على محمد وعلى آل محمد كما صليت على إبراهيم وآل إبراهيم وبارك على محمد وعلى آل محمد كما باركت على إبراهيم وآل إبراهيم وترحم على محمد وعلى آل محمد كما ترحمت على إبراهيم وآل إبراهيم شهدت …
Read More »Isiprofethi Ngokubulawa KukaHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu)
Ukwesaba Okwelizayo KukaHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu) UHadrat Haani (rahmatullah alayhi) isigqila esikaHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu) esakhululwa, sibika ukuthi ngenkathi uHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu) ejwayele ukuya emathuneni ubejwayele ukukhala kakhulu kuze kumanze intshebe yakhe ngezinyembezi. Khona umuntu owambuza, “Siyabona ukuthi uma ukhumbula iJannah neJahannam futhi ukhuluma ngazo uyakhathazeka kuze kufike ekutheni …
Read More »AmaSunnat EMasjid – 12
29. Ungayincolisi noma uyimanzise iMasjid ngokuphimisa amathe noma ukuhlanza amakhala uvumele ukuthi ukuncola kwele phansi eMasjid. عن أبي ذر رضي الله عنه قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم عرضت علي أعمال أمتي حسنها وسيئها فوجدت في محاسن أعمالها الأذى يماط عن الطريق ووجدت في مساوئ أعمالها النخاعة تكون …
Read More »Isimilo Esihle Kakhulu SikaHadrat Uthmaan (radhiyallahu anhu)
Ukusebenzisa Indlela Enomusa Uma Udayisa Noma Uthenga U’Ataa bin Farookh (rahmatullah alayhi) ubika lokhu okulandelayo : UHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu) wake wathenga isqhinti somhlaba komunye umuntu. Emvakokuthenga lowomhlaba, uHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu) walinda ukuthi lomuntu azolanda imali yakhe, kodwa lomuntu akafikanga azolanda imali yakhe. Sekudlule isikhathi uHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu) …
Read More »AmaSunnat EMasjid – 11
28. Ungawaqhekezi amaqhupha uma useMasjid, noma uhlanganise iminwe yesandla esodwa nesinye uma uhleli eMasjid. عن مولى لأبي سعيد الخدري قال بينا أنا مع أبي سعيد رضي الله عنه وهو مع رسول الله صلى الله عليه وسلم إذ دخلنا المسجد فإذا رجل جالس في وسط المسجد محتبيا مشبكا أصابعه بعضها في …
Read More »Umuntu Onesizotha Kakhulu Kulesizwe
Isizotha SikaHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu) UHadrat Aisha (radiyallahu anha) ubika lokhu okulandelayo : Ngelinye ilanga uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) waye kade elele phansi endlini yami, ingubo lekade eyigqokile yase yanyakaza kancane kwase kwavele kancane ithanga nemibande ebusisekile kaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) nokho kodwa amathanga nemibande yakhe kade imbozwe ngenye indwangu. …
Read More »IDurood Ekhethekile KaHadrat Ibnu Abbaas (radiyallahu anhu)
عن ابن عباس أنه كان يقول: اللهم تقبل شفاعة محمد الكبرى وارفع درجته العليا وآته سؤله في الآخرة والأولى كما آتيت إبراهيم وموسى (مصنف عبد الرزاق، الرقم: 3104، وإسناده جيد قوي صحيح كما في القول البديع صـ 122) UHadrat Ibnu Abbaas (radiyallahu anhu) ubika ukuthi uma kade enza iDurood kuRasullullah …
Read More »AmaSunnat EMasjid – 10
26. Wonke umuntu unelungelo elilingene lokusebenzisa iMasjid nezinto eziphakathi. Akuvumelekile ukuthi uzibekele indawo noma izinto eMasjid. عن عبد الرحمن بن شبل رضي الله عنه قال نهى رسول الله صلى الله عليه وسلم عن نقرة الغراب وافتراش السبع وأن يوطن الرجل المكان في المسجد كما يوطن البعير (سنن أبي داود، الرقم: …
Read More »Uthando Olukhulu LaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) LikaHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu)
Izindaba Ezinhle ZaseJannah UHadrat Abu Moosa (radiyallahu anhu) ubika lokhu okulandelayo : Ngake ngahamba noRasulullah (sallallahu alayhi wasallam) ensimini yezithelo zaseMadeenah Munawwarah ngenkathi kufika umuntu ecela imvume yokungena ensimini. Ngokuzwa isicelo salomuntu uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wathi, “Mvumele ukuthi angene futhi umnike izindaba ezinhle zokunikwa isigaba esiphakeme kakhulu eJannah.” Ngase …
Read More »