Ezinye izibonelo ezingena ngaphansi kwesigaba seshirk (ukuhlanganisa omunye umuntu noma into noAllah: 1. Ukwenza iminikelo komunye umuntu ngaphandle kuka-Allah, isibonelo ukuhlaba isilwane egameni lomuntu ongcwele 2. ukuthandaza komunye umuntu ngaphandle kukaAllah , ngesikhathi sokuswela noma usizi, kungakhathaliseki ukuthi lomuntu omthandazayo ufile noma uyaphila 3. ukukhothama kunoma ubani ngaphandle kukaAllah. 4. …
Read More »Monthly Archives: January 2026
Isitatimende SikaHadrat Imaam Shafi’ee (rahmatullah alayhi)
U-Imaam Shaafi’e ubhale ebhukwini ekuthiwa-Ikhtilaaful Hadith: Asazi noma yimuphi kumakhosikazi ahlonishwayo kaHazrat Rasulullah (sallahu alayhi wasallam) beshiya amakhaya abo beyothamela iJumuah Salaah noma yini enye yamaSalaah eMusjid, nakuba amakhosikazi ahlonishwayo KaHazrat Rasulullah (sallahu alayhi wasallam) , ngenxa yesikhundla sabo esikhethekile kanye nobudlelwano babo noHazrat Rasulullah, bekungaba njalo wayefaneleka kakhulu futhi …
Read More »Ukuzuthiba KwaHadrat Abu Ubaydah bin Jarrah (radiyallahu anhu) Emcebeni Wasemhlabeni
Ngenkathi uHadrat Umar (radiyallahu anhu) esuka eMadeenah Munawwarah ehamba eya eBaytul Maqdis ukuze ayinqobe wama eSiriya ukuze abone amanye amaSahabaah (radiyallahu anhu) lawa ahlala khona. Ngenkathi lamaSahaabah (radiyallahu anhum) ahlala futhi ekade ehola isiriya khona aphuma ukuze ambone wawabuza ethi, “Ukephi ubhuthi wami?” AmaSahabaah lawa kade ekhona abuza ukuthi ubhekise …
Read More »
Alislaam.com – Zulu