Monthly Archives: September 2024

AmaSunnat EMasjid – 2

4. Hamba uye eMasjid ngomoya ophansi nenhlonipho. Ungayi eMasjid ugijima. عن أبي هريرة رضي الله عنه قال سمعت رسول الله صلى الله عليه وسلم يقول إذا أقيمت الصلاة فلا تأتوها تسعون وأتوها تمشون عليكم السكينة فما أدركتم فصلوا وما فاتكم فأتموا (صحيح البخاري، الرقم: 908) UHadrat Abu Hurairah (radiallahu anhu) …

Read More »

Abaluleki Ababili BaRasulullah (sallallahu alaihi wasallam)

UHadrat Umar (radiallahu anhu) Uzikhumbuza Ukubuzwa Imibuzo Kwelizayo Noma ngabe uUmar (radiallahu anhu) ubalwe kwabayishumi abathenjiswa iJannah (izulu) la emhlabeni, futhi naphezulu kokuthi waba umholi wesbili weIslam, waye kade ehlezi ezithobile futhi esaba ukubuzwa imbuzo ngaphambili kwaAllah ngosuku leKiyaamah. Kubikiwe ukuthi ngelinye ilanga uHadrat Umar (radiallahu anhu) wangena ensimini yezithelo …

Read More »

AmaDu’a Amisiwe Kuze Kushiwo IDurood

عن عمر بن الخطاب قال: إن الدعاء موقوف بين السماء والأرض لا يصعد منه شيء حتى تصلي على نبيك صلى الله عليه وسلم (سنن الترمذي، الرقم: 486) UHadrat Umar (radiallahu anhu) ubika uthi, “AmaDu’a ayahlala amisiwe phakathi kwamazulu nomhlaba. Awadluli emazulwini ingakoshiwo iDurood kuRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) (kuchaza ukuthi asikho …

Read More »

AmaSunnat EMasjid – 1

  1. Gqoka ngendlela efanelekile uma uya eMasjid. یٰبَنِیۡۤ  اٰدَمَ خُذُوۡا زِیۡنَتَکُمۡ عِنۡدَ کُلِّ مَسۡجِدٍ UAllah uthi, “O zingane zikaAadam (ukthula kube kuye), thathani ukuhlobisa kwenu (izingubo ezifanelekile) ngesikhathi sokwenza iSalaah eMasjid.”    2. Susa iphunga elibi elisuka emzimbeni, ezingubeni noma emlomeni ngaphambili kokuthi unge eMasjid, kuchaza ukuthi uma kade …

Read More »

Ukuholelwa Eqinisweni Ngokwaphezulu

UHadrat Ali Ufisa Ukuhlangana NoAllah Ngezenzo ZikaHadrat Umar (radiallahu anhu) UHadrat Abdullah bin Abbaas (radiallahu anhuma) uthi : Ngangikhona ngenkathi umzimba kaHadrat Umar (radiallahu anhu) ubekwe ohlakeni emvakokuthi abulawe. Abantu bavele benza isixuku emzimbeni wakhe. Ngenkathi besalindile ukuthi kuphakamiswa umzimba wakhe ayoncwatshwa, babethumela iDurood kuRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) futhi benzela …

Read More »