Monthly Archives: July 2023

Ubuhle Buka Muazzin (umuntu osho iAzaan) – 2

3. Zinkulu izibusiso ezibikiwe kwelizayo zomuntu osho iAzaan. عن أبي هريرة رضي الله عنه أن رسول الله صلى الله عليه وسلم قال لو يعلم الناس ما في النداء والصف الأول ثم لم يجدوا إلا أن يستهموا عليه لاستهموا (صحيح البخاري، الرقم: 615) UHazrat Abu Hurairah (radhiyallahu anhu) ubika ukuthi uHazrat …

Read More »

 Ukuxhawula URasullullah (sallallahu alayhi wasallam) Ngosuku Lokwahlulela. 

قال النبي صلى الله عليه وسلم من صلى علي في يوم خمسين مرة صافحته يوم القيامة (القربة لابن بشكوال، الرقم: 87، وقد سكت عنه السخاوي في القول البديع صـ 289، ويفهم من سكوته أن الحديث معمول به عنده، ولذلك ذكره في كتابه) Kubikiwe ukuthi uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wathi, “Umuntu …

Read More »

Inyanga Ebusisekile KaMuharram

Ezinyageni eziyishumi nambili ekhalendeni yeIslam inyanga kaRamadaan nezinyanga ezine (iZul Qa’dah, Zul Hijjah, Muharram neRajab) zinikwa ukubaluleka okukhethekile. Ngokufanayo ezinsukwini zekhalenda yeIslam usuku lweAshura lubusisiwe ngobuhle nenzuzo eniningi. Njengoba inyanga kaZul Hijjah ikhethelwe ukuhlaba nokuphelelisa izimfanelo zeHajj, Inyanga kaMuharram  ihlonishwa ngokuba inyanga kaAllah futhi lenyanga inosuku olubusisekile usuku okuzilwa kulo …

Read More »

Ukwaneliswa Ngezidingo ZeDeen Nezasemhlabeni

عن محمد بن يحيى بن حبان عن أبيه عن جده حبان بن منقذ أن رجلا قال: يا رسول الله أجعل ثلث صلاتي عليك قال: نعم إن شئت قال: الثلثين قال: نعم قال: فصلاتي كلها قال رسول الله صلى الله عليه وسلم: إذن يكفيك الله ما أهمك من أمر دنياك وآخرتك …

Read More »

Ubuhle Buka Muazzin (umuntu osho iAzaan)

IAzaan isuka ezimpawini ezibalulekile kwi Islam. IIslam inika inhlonipho enkulu kumuntu osho iAzaan, emema abantu kuze bezokwenza iSalaah. Ngosuku lokwahlulela abantu bazomthanda umuntu lo okade ejwayele ukusho iAzaan emhlabeni ngenxa yesikhundla esiphakeme azobe enaso kwelizayo. Maningi amaHadeeth akhuluma ngobuhle obukhulu nezibusiso eziningi ezibekelwe abantu abasho iAzaan. 1. UMuazzin uzojabuliswa isikhundla …

Read More »