Monthly Archives: July 2021

Ukukhulunyelwa nguHadhrat Rasulullah (sallallahu ‘alaihi wasallam)

عن رويفع بن ثابت قال: قال رسول الله صلى الله عليه وسلم: من صلى على محمد وقال: اللهم أنزله المقعد المقرب عندك يوم القيامة، وجبت له شفاعتي (المعجم الكبير للطبراني، الرقم: ٤٤٨٠، وإسناده حسن كما في مجمع الزوائد، الرقم: ١٧٣٠٤) UHadhrat Ruwaifi’ bin Thaabit Al Ansaari (radhiyallahu ‘anhu) ubika ukuthi …

Read More »

Amaphuzu Aqondene Nenyanga Ka Ramadhaan 3

16. Qinisekisa ukuthi wenza amarakaat angamashumi amabili omkhuleko iTaraweeh njalo ebusuku. Lo mkhuleko uyinkambiso (sunnah) egcizelelwayo kaMprofethi (ukuthula kube kuye). Ngesikhathi UHadhrat Umar (radhiyallahu ‘anhu) engumholi, wonke amaSahaabah (radhiyallahu ‘anhum) avumelana ngokuthi kwenziwe amarakaat angamashumi amabili eTaraweeh. Zama ukuthi okungenani uqede iQur’aan eyodwa (khatam) kwiTaraweeh. عن أبي هريرة رضي الله …

Read More »

Amaphuzu Aqondene Nenyanga Ka Ramadhaan 2

8. Uma sekuzoqala inyanga kaRamadhaan nakuyo inyanga kaRamadhaan yisho le du'a :

O Allaah! Ngilondolozele inyanga kaRamadhaan (ngiyibone ngiwumqemane ukuze ngizuze ngokuphelele kuyo) futhi nayo inyanga kaRamadhaan uyilondolozele mina( ngokwenza izimo zayo zingihlomulise ngokuphelele) futhi wamukele okuphuma kimi.

Read More »

Amaphuzu Aqondene Nenyanga Ka Ramadhaan 1

1. Qala ukulungiselela inyanga ka Ramadhaan kusanesikhathi. Abanye babakhonzi abaqotho baphambilini babeye baqale ukulungiselela kusasele izinyanga eziyisithupha.

2. Uma inyanga ka Rajab iqala shono ledu'a :

"O Allaah! Sibusise kule nyanga ka Rajab no Sha'baan, futhi usingenise kwinyanga ka Ramadhaan".

Read More »

Ukwamukelwa kwamadu’a

UHadhrat Umar (radhiyallahu ‘anhu) uthi "Amadu'a ayema phakathi kwamazulu nomhlaba, awafinyeleli emazulwini ingakashiwo idurood kuNabi (sallallahu ‘alaihi wasallam) (okusho ukuthi asikho isiqiniseko sokumukelwa kwawo)".

Read More »

Ukwandiswa kwezidingo

عن سهل بن سعد رضي الله عنه قال: جاء رجل إلى النبي صلى الله عليه وسلم فشكا إليه الفقر وضيق العيش أو المعاش فقال له رسول الله صلى الله عليه وسلم: إذا دخلت منزلك فسلم إن كان فيه أحد أو لم يكن فيه أحد ثم سلم علي واقرأ قل هو …

Read More »

Umnikelo (Sadaqah) otholakala ngokusho idurood

عن أبي سعيد الخدري رضي الله عنه عن رسول الله صلى الله عليه وسلم قال أيما رجل مسلم لم تكن عنده صدقة فليقل في دعائه اللهم صل على محمد عبدك ورسولك وصل على المؤمنين والمؤمنات والمسلمين والمسلمات فإنها زكاة وقال لا يشبع مؤمن خيرا حتى يكون منتهاه الجنة (صحيح ابن …

Read More »

Ubuhle Bewudhu

16. Yenza imasah yengemuva lomqala usebenzisa ingemuva leminwe. Ungafiki kwingaphambili lomqala.

UHadhrat Abdullah bin Umar (sengathi uAllaah angagculiseka ngaye) ubika ukuthi uHadhrat Rasulullah (ukuthula kube kuye) wathi, "Lowo owenza iwudhu, enze imasah yengemuva lomqala, uyovikelwa kumgexo (womlilo) ngosuku lokwahlulela".

Read More »