URasullullah (sallallahu alayhi wasallam) Eqoka UHadrat Ali (radiyallahu anhu) Ukuthi Abe Ngumholi WaseMadeenah Ngenkathi kuyimpi yaseTabook, ngenkathi uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) ephuma eMadeenah Munawwarah, waqoka uHadrat Ali (radiyallahu anhu) ukuthi abheke izindaba zaseMadeenah Munawwarah njengoba ehamba. Kepha-ke ngesiyalo sikaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam), uHadrat Ali (radiyallahu anhu) akaphumanga nebutho kunalokho wahlala …
Read More »Enye IDurood Ekhethekile KaImaam Shaafi’ee (rahmatullah alayhi)
Ebhukwini ekuthiwa iRawdatul Ahbaab uImaam Ismaeel bin Ebrahim Muzani (umfundi odumile kaImaam Shafiee) ubika uthi : Ngake ngabona uImaam Shaafi’ee ephupheni emva kokushona kwakhe ngase ngimbuza ukuthi “uAllah ukuphathe kanjani?” uImaam Shaafi’ee waphendula Wathi, “UAllah ungithethelelile waqoka ukuthi ngiphelezelwe ngiyongena eJannah ngenhlonipho nesizotha. Ngithole konke lokho ngokusho iDurood ethize kuRasullullah …
Read More »IDua KaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) Enzela UHadrat Ali (radiyallahu anhu)
Ubuqhawe BaHadrat Ali (radiyallahu anhu) Ngenkathi kuyimpi yaseUhud uHadrat Ali (radiyallahu anhu) wakhombisa ubuqhawe nesibindi esikhulu ngenkathi elwa nezitha. Wabulala abaholi abane (4) yena mathupha, omunye wabo kade kungu Talha bin Abi Talha. Emva kwempi wathatha inkemba yakhe wayinika umfazi wakhe, uHadrat Fathima ukuze ageze igazi wase esho lamazwi alandelayo …
Read More »Umuntu Onekhono Elikhulu Lokukhipha Isahluleli Kunawonke Umuntu Kulesizwe
Uthando ElikaHadrat Ali (radiyallahu anhu) LaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) Ngelinye ilanga uRasullullah kade enganakho ukudla ephethwe indla. Ngenkathi uHadrat Ali (radiyallahu anhu) ethola ulwazi ukuthi uRasullullah uphethwe indlala, wagcwala ukhathazeka enhlizweni yakhe. Uthandolwakhe laRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) lalukhulu ngalendlela yokuthi akakutholanga ukuphumula enolwazi ukuthi uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) usebunzimeni. Kepha-ke …
Read More »IDurood Ekhethekile KaImaam Shaafi’ee (rahmatullah alayhi)
UHadrat Ibnu Bunaan Asbahaani (rahmatullah alayhi) uthi : Ngake ngabona uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) ephupheni ngase ngimbuza, “O Rasullullah (sallallahu alayhi wasallam), ngabe kukhona into ekhethekile enikezwe uMuhammed bin Idrees Shaafi’ee (rahmatullah alayhi), lo oyindodana kamalume wakho? (kuthiwe malume ngoba isizululwane sokhokho baImaam Shaafi’ee siyahlangana nesikaHadrat Rasullullah (sallallahu alayhi wasallam). …
Read More »AmaSunnat EMasjid – 16
39. Isho iDu’a eyiSunnah uma uphuma eMasjid. IDua eyokuqala : بِسْمِ اللهِ وَالصَّلاَةُ وَالسَّلاَمُ عَلٰى رَسُولِ اللهِ اَللّٰهُمَّ إِنِّيْ أَسْأَلُكَ مِنْ فَضْلِكَ Egameni likaAllah, engathi ukuthula nemikhonzo ingaba kuRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) O Allah ngicela izibusiso zakho. IDua Eyesbili : بِسْمِ اللهِ وَالصَّلاَةُ وَالسَّلاَمُ عَلٰى رَسُولِ اللهِ رَبِّ اغْفِرْ لِيْ …
Read More »IDua KaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) Enzela UHadrat Ali (radiyallahu anhu)
IDua KaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) Enzela UHadrat Ali (radiyallahu) Ngenkathi Emthuma EYemen UHadrat Ali (radiyallahu anhu) ubika ukuthi : URasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wamgithuma ukuthi ngiyobusa eYemen. Ngaphambili kokuthi ngihambe ngathi kuRasullullah (sallallahu alayhi wasallam), “O Sithunywa sikaAllah (sallallahu alayhi wasallam), ungithumela kubantu abadala kunami, ngaphezulu kwalokho mina ngisamusha futhi …
Read More »AmaDurood Amahlanu KaImaam Shaafi’ee (rahmatullah alayhi)
Kubikiwe ukuthi emvakokushona kukaImaam Shaafi’ee (rahmatullah alayhi) khona umuntu owambona ephupheni wase embuza into eyamnikeza intethelelo kuAllah. UImaam Shaafi’ee (rahmatullah alayhi) waphendula wathi, “Kungenxa yalamaDurood amahlanu ekade ngijwayele ukuwathumela kuRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) kade ngijwayele ukuwasho ngolwesihlanu (ubusuku balesine).” اَللّٰهُمَّ صَلِّ عَلٰى مُحَمَّدٍ عَدَدَ مَنْ صَلّٰى عَلَيْهِ وَصَلِّ عَلٰى مُحَمَّدٍ …
Read More »AmaSunnat EMasjid – 15
37. Uma uphakathi eMasjid sekwenziwe iAzaan uma ungaka yenzi iSalaah akumele uphumele ngaphandle kweMasjid ngaphandle kwesizathu esibalulekile. عن أبي الشعثاء قال كنا قعودا في المسجد مع أبي هريرة رضي الله عنه فأذن المؤذن فقام رجل من المسجد يمشي فأتبعه أبو هريرة رضي الله عنه بصره حتى خرج من المسجد فقال …
Read More »Ukuthenga Umhlaba Ukuze Kwandiswe IMasjid Engcwele
Ukuthenga Umhlaba Ukuze Kwandiswe IMasjid Engcwele
Read More »