39. Isho iDu’a eyiSunnah uma uphuma eMasjid.
IDua eyokuqala :
بِسْمِ اللهِ وَالصَّلاَةُ وَالسَّلاَمُ عَلٰى رَسُولِ اللهِ اَللّٰهُمَّ إِنِّيْ أَسْأَلُكَ مِنْ فَضْلِكَ
Egameni likaAllah, engathi ukuthula nemikhonzo ingaba kuRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) O Allah ngicela izibusiso zakho.
IDua Eyesbili :
بِسْمِ اللهِ وَالصَّلاَةُ وَالسَّلاَمُ عَلٰى رَسُولِ اللهِ رَبِّ اغْفِرْ لِيْ ذُنُوْبِيْ وَافْتَحْ لِيْ أَبْوَابَ فَضْلِكَ
Egameni likaAllah, engathi ukuthula nemikhonzo ingaba kuRasullullah, O Allah ngicela ungithethelela izono zami futhi ungivulele izicabha zezibusiso zakho.
IDua Eyesthathu :
اَللّٰهُمَّ اعْصِمْنِيْ مِنَ الشَّيْطَانِ الرَّجِيْمِ
O Allah ngicela ungivikela kuShaytaan oqalekisiwe.