Monthly Archives: May 2024

ISahaabi Ekade Linomusa kakhulu KuleUmmah (kulesizwe)

Ukudela Umcebo Wakhe KuRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) UHadrat Abu Hurairah (radiallahu anhu) ubika ukuthi URasullullah wathi, “Awukho umcebo womuntu engazuza kuwo njengomcebo kaHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu).” Ngokuzwa lokhu UHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) wase ekhala ethi “Umcebo wami, nami konke kungo kwakho, O Sithunywa sika Allah(sallallahu alaihi wasallam)!” Kwenye …

Read More »

Ukusho IDurood Uma Uvukela ISalaah YeTahajjud

عن عبد الله بن مسعود قال يضحك الله إلى رجلين رجل لقي العدو وهو على فرس من أمثل خيل أصحابه فانهزموا وثبت فإن قتل استشهد وان بقي فذلك الذي يضحك الله إليه ورجل قام في جوف الليل لا يعلم به أحد فتوضأ فأسبغ الوضوء ثم حمد الله ومجده وصلى على …

Read More »

AmaSunnat Nendlela yokwenza IKurbaani

 1. IKurbaani iyiIbaadah (indlela yokukhonza) enkulu kwiIslaam. Kunenkulumo ekhethekile kwiKuraan mayelana neKurbaani, ubuhle bayo obukhulu futhi ukubaluleka kwayo kugcizeleliwe kwiKuraan namaHadeeth kaRasullullah (sallallahu alaihi wasallam). UAllah uthi : لَنۡ یَّنَالَ اللّٰه لُحُوۡمُها وَلَا دِمَآؤُها وَلٰکِنۡ یَّنَالُه التَّقۡوٰی مِنۡکُمۡ “Akusiyona inyama noma igazi (lesilwane) elifikela kuAllah eskhundleni salokho ubuqotho benhliziyo okufinyelela …

Read More »

UAllah Uthembisa AmaSahaabah (radhiyallahu anhum) IJannah

Uthando LaHadrat Anas bin Nadhar (radiallahu anhu) LaRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) Nokufa Kwakhe Empini YaseUhud Ngenkathi amaMuslim enqotshwa eUhud, kwaqala kwasabalala amahemuhemu ngokuthi uRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) ubulewe. Loludaba ladala ukuthi amaSahaabah (radiallahu anhum) aphelelewe umdlandla, alahle ithemba. UHadrat Anas (radiallahu anhu) wase ebona UHadrat Umar (radiallahu anhu) noHadrat Talha …

Read More »

Ukusho IDurood KwiSalaah Nasekupheleni kwayo

عن ابن عمر قال: كان رسول الله صلى الله عليه وسلم يعلمنا التشهد التحيات الطيبات الزاكيات لله السلام عليك أيها النبي ورحمة الله وبركاته السلام علينا وعلى عباد الله الصالحين أشهد أن لا إله إلا الله وحده لا شريك له وأن محمدا عبده ورسوله ثم يصلي على النبي صلى الله …

Read More »

Imibuzo Ejikelele Mayelana NeAzaan NeIkaamah

1. Umbuzo: Ngabe kumele osho iIkaamah abhekise ikhanda lakhe kuhlangothi lwesokudla nakwe lwesonxele uma esho u حي على الصلاة no حي على الفلاح. Impendulo : kunemibono emithathu kulumbuzo: Umbono wokuqala ukuthi uMuazzin angeke aze abhekise ikhanda kuhlangothi lwesokudla no lwesonxele uma esho u حي على الصلاة no حي على الفلاح. …

Read More »

Ubufakazi BeKuraan Kareem NgamaSahaabah (radhiyallahu anhum) Mayelana Nokuzinikela Kwabo Okukhulu

IAnsaari Lidiliza Ibhilidi Ngelinye ilanga uRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) wayedlula kwesinye istradi eMadina wase ebona ibhilidi elinesakhiwo esiyingungu. Wabuza amaSahaabah (radiallahu anhum), “yini le” AmaSahaabah amchazela ukuthi ibhilidi elisha elakhiwa omunye wamaAnsaar. URasullullah (sallallahu alaihi wasallam) wase wathula. Emvakweskhathi leloAnsaari elakha lowomuzi lahamba laya KuRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) lase limbingelela …

Read More »

Ukusho IDurood Uma Ungena Noma Uphuma EMasjid

عن فاطمة رضي الله عنها قالت: كان رسول الله صلى الله عليه وسلم إذا دخل المسجد صلى على محمد وسلم وقال رب اغفر لي ذنوبي وافتح لي أبواب رحمتك وإذا خرج صلى على محمد وسلم وقال رب اغفر لي ذنوبي وافتح لي أبواب فضلك (سنن الترمذي، الرقم: 314، وحسنه) UHadrat …

Read More »

Ukuphinda Amazwi EIkaamah

Ukuphinda amazwi eIkaamah kuyefana nokuphinda amazwi eAzaan, umehluko ukuthi uma uzwa u قد قامت الصلاة kumele uthi : أَقَامَهَا اللهٌ وَأَدَامَهَا Engathi uAllah angayisungula (isalaah) futhi ayilondoloze عن أبي أمامة أو بعض أصحاب رسول الله صلى الله عليه وسلم أن بلالا أخذ في الإقامة فلما أن قال قد قامت الصلاة …

Read More »

Isiyalo SikaRasululluah (sallallahu alaihi wasallam) Sokuhlonipha AmaSahaabah (radhiyallahu anhum)

UHadrat Bilaal (radiallahu anhu) Esezokufa Ngenkathi Ubilaal (radiallahu anhu) esezokufa, umkakhe wase ethi, “Ah.., kwaze dabukisa! Usuyahamba la emhlabeni.” UHadrat Bilaal (radiallahu anhu) waphendula wathi, “kwaze kwamnandi futhi kuletha injabulo ukuthi kusasa sizobona abangane bethu, sizohlangana noRasulullah (sallallahu alaihi wasallam) nabalandeli bakhe.”

Read More »