Monthly Archives: June 2023

Iazaan – Ukusungulwa Kwayo Nokuqala Kwayo – 3

Ngenkathi evuka ekseni wase eya kuRasullulah (salallahu alayhi wasallam) wethula lonke iphupho lakhe kuye. Ngokuzwa iphupho lakhe URasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wathi, “Ngempela iphupho eliqiniso. Ima eduze kwa Bilaal (radhiyallahu anhu) umfundise amagama eAzaan ofundiswe wona ephupheni ukuze azokwenza IAzaan. Vumela uBilaal ukuthi enze IAzaan ngoba iziwi lakha lingaphezukwelakho futhi …

Read More »

Iazaan – Ukusungulwa Kwayo Nokuqala Kwayo – 2

Ngaphambi kokuthi amaSahaabah ahambe emhlanganweni kaRasullulah (sallalahu alayhi wasallam), uUmar (radhiyallahu anhu) wabeka umbono kuRasullulah (salallahu alayhi wasallam) ngoba udaba lalungakafiki esiphetweni ukuthi okwesikhashana kubekhona  umuntu ozobekwa ukuthi ahambe ebiza abantu ukuze bezokwenza iSalaah njalo uma isikhathi singenile. URasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wathatha umbono kaUmar (radiyallahu anhu) wase ebeka uBilaal …

Read More »

Ukugcwaliselwa Izidingo Eziwu (100)

عن جابر رضي الله عنه قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم من صلى علي في كل يوم مائة مرة قضى الله له مائة حاجة سبعين منها لآخرته و ثلاثين منها لدنياه (أخرجه ابن منده وقال الحافظ أبو موسى المديني: إنه غريب حسن، كذا في القول البديع صـ 277) …

Read More »

Iazaan – Ukusungulwa Kwayo Nokuqala Kwayo – 1

Ngenkathi uRasulullah (sallallahu alayhi wasallam) enza iHijrah (ufuduko) eya eMadinah Munawwarah, wakha iMusjid. Emuva kokwakha iMusjid wabonisana namaSahaabah (abalandeli bakhe) ngokuthi eyiphi indlela engase isetshenziswe ukubiza abantu ukuze bezothandaza iSalaah. Kwakuyisifiso esikhulu enhliziyweni kaRasulullah (sallallahu alayhi wasallam) ukuthi bonke abalandeli bahlangane benze iSalaah ndawonye eMasjid. URasulullah (sallallahu alayhi wasallam) waye …

Read More »

Isibusiso Esikhethekile Sokusho IDurood ewu 100

عن أبي هريرة رضي الله عنه عن النبي صلى الله عليه وسلم قال من صلى علي عشرا صلى الله عليه مئة ومن صلى علي مئة صلى الله عليه ألفا ومن زاد صبابة وشوقا كنت له شفيعا وشهيدا يوم القيامة (أخرجه أبو موسى المديني بسند قال الشيخ مغلطاى لا بأس به، …

Read More »

Izikhathi Lakumele Kusetshenziswe IMiswaak – 4

8. Uma umuntu kade enze iWudhu ngaphambilini bese kufika isikhathi sokwenza iSalaah, kuMustahab (kuhle) ukuthi asebenzise iMiswaak ngaphambi kokwenza iSalaah ukuze asuse iphunga engase lisuke emlomeni. Ngokufanayo kuMustahab Ukusebenzisa iMiswaak uma umuntu ezoya emhlanganweni. 9. Uma wenza iTayammum (indlela yokuzihlanza uma engekho amanzi noma ungakwazi ukuwasebenzisa) ngenxa yesifo, unkungabiko kwamanzi, …

Read More »

Ukuthola IDua’a Ekhethekile Yezingilosi

عن عامر بن ربيعة رضي الله عنه عن النبي صلى الله عليه و سلم قال: ما من مسلم يصلي علي إلا صلت عليه الملائكة ما صلى علي فليقلَّ العبد من ذلك أو ليكثر (سنن ابن ماجة، الرقم: 907، وإسناده ضعيف كما في مصباح الزجاجة 1/112) UHazrat Aamir bin Rabee’ah (radiyallahu …

Read More »