Monthly Archives: November 2023

IDurood Ekalwa Eskalini Eskhulu

عن أبي هريرة رضي الله عنه قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم من سره أن يكتال بالمكيال الأوفى إذا صلى علينا أهل البيت فليقل اللهم صل على محمد النبي الأمي وأزواجه أمهات المؤمنين وذريته وأهل بيته كما صليت على آل إبراهيم إنك حميد مجيد  (سنن أبي داود، الرقم: …

Read More »

Indlela Efanelekile Yokuphimisa Amagama EAzaan

Uma usho iAzaan kumele uzame ukuphimisa wonke amagama ngendlela efanele. Ngakho-ke amaphuzo alandelayo abalulekile kumele ehlezi emqoka: 1. Uma uhlabelela اَللهُ أَكْبَرْ اَللهُ أَكْبَرْ, lenhlamvu ewu ر ku اكبر wokuqala ingafundwa ngosukoon (  ْ) ngaphandle kokuyihlanganisa negama u الله (Allahu), noma ngoFa-tha (  َ ) ngokuyhlanganisa egameni u الله (Allahu). Ukuyisho ngenye …

Read More »

Ubuhle Okukhethekile BamaKhulafa-e-Rashideen

Uthando LaHazrat Abubakr (radhiyallahu anhu) LikaRasulullah (sallallahu alayhi wasallam) URasulullah (sallallahu alayhi wasallam) noHazrat Abu Bakr Siddeeq (radhiyallahu anhu) baqala uhambo labo kusaqala ubusuku. Phakathi nohambo labo, kwesinye isikhathi uHazrat Abu Bakr Siddeeq waye kade ehamba ngaphambili kaRasullulah (sallallahu alayhi wasallam) kwesinye futhi isikhathi ubephinde ahambe emuva kaRasullulah (sallalahu alayhi …

Read More »

Amagama eAzaan 

IAzaan inezigaba eziyiskhombisa. lezozigaba ilezi ezilandelayo: 1.Qala ngokuthi : اَللهُ أَكْبَرْ اللهُ أَكْبَرْ UAllah uye omkhulu kakhulu, UAllah uye omkhulu kakhulu. اَللهُ أَكْبَرْ اللهُ أَكْبَرْ UAllah uye omkhulu kakhulu, UAllah uye omkhulu kakhulu. 2.Okwesbili, ithi: أَشْهَدُ أَلَّا إِلٰهَ إِلَّا اللهْ Ngiyafakaza ukuthi akekho ofanelwe ukukhonzwa ngaphandle kwaAllah. أَشْهَدُ أَلَّا إِلٰهَ إِلَّا اللهْ Ngiyafakaza ukuthi akekho ofanelwe …

Read More »

UAllah Umemezela Injabulo Yakhe YamaSahaabah (radhiyallahu anhu) ARasullullah (sallallahu alayhi wasallam)

UAllah uthi kwiKuraan Kareem mayelana namaSahabaah (radhiyallahu anhu) وَالسّٰبِقُونَ الْاَوَّلُونَ مِنَ الْمُهٰجِرِينَ وَالْاَنصَارِ وَالَّذِينَ اتَّبَعُوهُم بِإِحْسَانٍ لا رَضِيَ اللّٰهُ عَنْهُمْ وَرَضُوا عَنْهُ وَاَعَدَّ لَهُمْ جَنّٰتٍ تَجْرِيْ تَحْتَهَا الْأَنْهٰرُ خٰلِدِينَ فِيهَا اَبَدًا  ذٰلِكَ الْفَوْزُ الْعَظِيمُ Futhi abalandeli bokuqala (kwiIslam) phakathi kwamaMuhajireen (laba abasuka eMakkah baya eMadinah) namaAnsaar (laba abamukela abasuka eMakkah) nalaba ababalandela …

Read More »

Izingelosi Ezingamashumi Ayiskhombisa Zibhala Izibisiso Izinsunku Ezyinkulungwane

عن ابن عباس قال: قال رسول الله صلى الله عليه وسلم: من قال جزى الله عنا محمدا صلى الله عليه وسلم بما هو أهله أتعب سبعين كاتبا ألف صباح (حلية الأولياء 3/206، وفي سنده هاني بن المتوكل وهو ضعيف كما في القول البديع صـ 116) UHazrat Ibnu Abbaas ubika ukuthi …

Read More »

Indlela EyiSunnah Yokusho IAzaan – 7

16. Uma wenza amakadha amaningi (amaSalaah ongawenzanga ngesikhathi) Kanye Kanye, kuvumelekile ukwenza iAzaan ehlukene yeSalaah eyodwa, futhi kuvumelekile ukuthi wanelise ngeAzaan eyodwa kuwona wonke amaSalaah ozowenza, kepha, ilKaamah kumele yenzelwe wonke amaSalaah. عن أبي عبيدة بن عبد الله بن مسعود قال قال عبد الله إن المشركين شغلوا رسول الله صلى …

Read More »

Uthando lwamaSahaabah (radhiyallahu anhum)

Uthando lwamaSahaabah (radhiyallahu anhum) UJa’far As-Saa-igh (rahimahullah) ubika lokhu okulandelayo: Phakathi komakhelwane baImaam Ahmed bin Hambal (rahmatullah alayh) kwakunendoda eyayijwayele ukwenza inkohlakalo nezono ezininingi. Ngelinye ilanga lomlisa wafika emhlanganweni kaImaam Ahmed bin Hambal (rahmatullah alayh) wase embingelela ngeSalaam. Noma ngabe uImaam Ahmed waphendula kodwa akamnakanga kunalokho wavele waveza ukunga khulukeki …

Read More »

Ukwaneliswa kwezidingo Zasemhlabeni Nezakwelizayo Ngokusho IDurood Ngosuku LweJumuah

عن أنس بن مالك خادم النبي صلى الله عليه وسلم قال: قال النبي صلى الله عليه وسلم: إن أقربكم مني يوم القيامة في كل موطن أكثركم علي صلاة في الدنيا من صلى علي في يوم الجمعة وليلة الجمعة قضى الله له مائة حاجة سبعين من حوائج الآخرة وثلاثين من حوائج …

Read More »