1. Kufanele kunakisiswe ngokukhethekile ukugqoka ngendlela efanele ngeSalaah. Owesifazane kufanele agqoke izingubo ezinjalo ezizofihla umzimba wakhe wonke nezinwele. Kuwukungahloniphi kwakhe ukugqoka izingubo ezimfanele eziveza ukuma komzimba wakhe noma ukugqoka izingubo ezincane nezithambile lapho kungabonakala khona izitho zangempela. Uma izingubo zibonakala ngendlela yokuthi izitho zibonakala ngezingubo, iSalaah ngeke isebenze. 2. Kuye …
Read More »Isitatimende SikaHadrat Imaam Shafi’ee (rahmatullah alayhi)
U-Imaam Shaafi’e ubhale ebhukwini ekuthiwa-Ikhtilaaful Hadith: Asazi noma yimuphi kumakhosikazi ahlonishwayo kaHazrat Rasulullah (sallahu alayhi wasallam) beshiya amakhaya abo beyothamela iJumuah Salaah noma yini enye yamaSalaah eMusjid, nakuba amakhosikazi ahlonishwayo KaHazrat Rasulullah (sallahu alayhi wasallam) , ngenxa yesikhundla sabo esikhethekile kanye nobudlelwano babo noHazrat Rasulullah, bekungaba njalo wayefaneleka kakhulu futhi …
Read More »Isifiso EsikaHadrat Rasullullah (sallallahu alayhi wasallam) Mayelana Nabantu Besifazane Ukuthi Benze ISalaah Ezindlini Zabo
Kade kuyisifiso esikhulu sikaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) ukuthi amadoda enze iSalaah ngokuhlangana eMasjid, futhi kade kuyisifiso sakhe ukuthi abantu besifazane benze iSalaah yabo ezindlini zabo. URasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wakhuthaza abantu besifazane ukuthi benze iSalaah yabo ezindlini zabo futhi bafihle emehlweni amadoda, kwazs kwafika ekutheni ethi, “ISalaah yomuntu wesifazane enziwe …
Read More »AmaMazhab Amane
Sukela ngesikhathi esika mprofethi uMuhammed (sallallahu alayhi wasallam), amaSahaabah (radiyallahu anhum), amaTabi’een (laba ababona amaSahaabah) nalaba abalandela emvakwabo, abantu besifazane balaywa ukuthi benze iSalaah ngezindlela ezihambisana namaMazhab ahlukile sukela kwiSalaah kuze kufike kwezinye izinto zeIslaam. AmaMazhab ahlukene (iHanafi, Maaliki, Shaafi’ee neHambali) wonke ayavumelana ukuthi iSalaah yomuntu wesifazane ihlukile kuneSalaah yabesilisa …
Read More »Ukufihlwa
Kuyiqiniso elingaphikiswa ukuthi ukubunjwa komzimba womuntu wesifazane uhlukile kunomzimba womuntu wesilisa. IShariah (umthetho weIslam) ibeke umthetho ocacile nobonakalayo mayelana umuntu wesifazane nomuntu owesilisa. Isizathu sokuhluka kwemithetho womuntu wesilisa nomuntu wesifazane ukuthi abantu besifazane balaywe ukuthi noma yini abafisa ukuyenza kumele bayenze ngendlela efihlekile. Lomehluko utholakala nasendleleni yokuma kwiSalaah. Umuntu wesifazane …
Read More »ISalaah Yabesifazane
Sonke isici seIslaam esiphathelene nabantu besifazane sihambisana namahloni nesizotha. Mayelana nalokhu iIslaam ikhuthaza abesifazane ukuthi bahlale ezindlini zabo ukuze bezofihleka emadodeni ayizihambi futhi bangaphumi ezindlini zabo ngaphandle kwesizathu esisile. Indlela bayalwe ngayo ukuthi benze iSalaah sukela ekugqokeni nendlela abanyakaza ngayo kwiSalaah kukhombisa ukubaluleka kokuzifihla. Yingakho iSalaah yabantu besifazane ikhombisa isizotha …
Read More »Imibuzo Ejwayelekile Mayelana NeSalaah Eyamadoda
1. Umbuzo: kumele umuntu olandela iImaam asho iSanaa, iTa’awuuz, iTasmiyah futhi ahaye neKuraan uma elandelayo umfundisi? Impendulo: Umlandeli uzosho isanaa emvakwalokho ahlale ethule. Akumele asho iTa’awuuz, iTasmiyah futhi ahaye iKuraan emva kweImaam. 2. Umbuzo: uma umlandeli efike kwiSalaah kamuva, futhi neImaam isiqale ukuhaya iKuraan, ngabe kumele ayisho iSanaa? Impendulo : …
Read More »Ka’dah (ukuhlala) nokwenza iSalaam
1. Emva kokwenza iSajdah yesbili yeRakaat lesibili, hlala kwiKa’dah njengoba besichazile kwiJalsa. 2. Usho iTashahud. اَلتَّحِيَّاتُ لِلّٰهِ وَالصَّلَوَاتُ وَالطَّيِّبَاتُ اَلسَّلَامُ عَلَيْكَ أَيُّهَا النَّبِيُّ وَرَحْمَةُ اللهِ وَبَرَكَاتُهُ اَلسَّلَامُ عَلَيْنَا وَعَلٰى عِبَادِ اللهِ الصَّالِحِيْن أشْهَدُ أنْ لَّا إلٰهَ إلَّا اللهُ وَأشْهَدُ أنَّ مُحَمَّدًا عَبْدُهُ وَرَسُوْلُهُ Konke ukukhonza kolimi, okomzimba, okwemali okwaAllah kuphela. …
Read More »IRakaat Elesibili
1. Emva kweSajdah eyesbili, yisho iTakbeer usukumele iRakaat eyesbili. 2. Uma usuka kwiSajdah, qala ngokususa isiphongo, ulandele ngekhala, kube izandla ugcine ngamadolo. 3. Uma usukuma ungabambeleli phansi (ngaphandle kokuthi kunesizathu sokwenza njalo). 4. Yenza iRakaat elesibili ngokujwayelekile (ngaphandle kokusho iSanaa neTa’awuzu).
Read More »IJalsah (ukuhlala)
1. Uma wenza iJalsah, beka izandla zakho emathangeni iminwe ifikele laku qala khona amadolo. 2. Uyekele iminwe ngokujwayelekile (ungayiqinisi futhi ungayithambisi). 3. Bhekisa amehlo phakathi kwesifuba nezinyawo uma uhleli kwiJalsah. 4. Gcina unyawo lweskudla luphakeme izinzwane zicindezele phansi zibhekise kwiKiblah. 5. Beka unyawo lwesonxele phansi uhlale phezu kwalo. Zama ukuthi …
Read More »
Alislaam.com – Zulu