AmaMazhab Amane

Sukela ngesikhathi esika mprofethi uMuhammed (sallallahu alayhi wasallam), amaSahaabah (radiyallahu anhum), amaTabi’een (laba ababona amaSahaabah) nalaba abalandela emvakwabo, abantu besifazane balaywa ukuthi benze iSalaah ngezindlela ezihambisana namaMazhab ahlukile sukela kwiSalaah kuze kufike kwezinye izinto zeIslaam. AmaMazhab ahlukene (iHanafi, Maaliki, Shaafi’ee neHambali) wonke ayavumelana ukuthi iSalaah yomuntu wesifazane ihlukile kuneSalaah yabesilisa kwezinye izinto.

About admin

Check Also

Qiyaam (Ukuma)

1) Bhekisa kwiKibla. 2) Gcina izinyawo ndawonye noma eduze ngangokunokwenzeka. Qinisekisa ukuthi izinyawo zibheke ngakwiKibla. …