Ukukhanya KweDurood KuRasullullah (sallallahu alayhi wasallam)

UHadrat Abul Qaasim Marwazi (rahmatullah alayhi) ubika uthi:

Mina nobaba wami kade sijwayele ukufunda amaHadeeth ebusuku. Kwabonakala ephupheni ukuthi kunokukhanya okuhle okufikela esibhakabhakeni nasezulwini kulendawo esihlala kuyo. Omunye umuntu wase ebuza ukuthi lokukhanya kusukaphi. Wase echazelwa ukuthi lokukhanya okweDurood okushiwo abafundi beHadeeth ababili ethunyelwa kuRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) uma befunda.

About admin

Check Also

Iphunga Elimnandi Ngenxa Yokusho IDurood Eningi

Umkhwenyana wakwaMoulana Fayzul Hasan Sahaaranpuri (rahmatullah alayhi) wake wathi KuHadrat shaykhul Hadeeth uMoulana Muhammad Zakariya …