Ukuhlala Nalabo Abasho IDurood

UHadrat Sa’d Zanjaani (rahmatullah alayhi) wake washo lokhu okulandelayo:

Kwakukhona indoda eyayizincisha injabulo eyayihlala phakathi kwethu eGibhithe. Igama lakhe kwakungu Abu Sa’eed Al-Khayyaat (rahmatullah alayhi). Wayengazi xubi futhi azihlanganise nabantu, futhi ubungeke uhlangane naye emhlanganweni. Kodwa emuvakwesikhathi waqala wazibandakanya embuthanweni ka-lbnu Rasheek (rahmatullah alayhi). Ngenkathi abantu bebona lokhu, bamangala base bembuza Isizathu sakhe sokuzibandakanya ngemihlangano kaIbnu Rasheek (rahmatullah alayhi). UAbu Sa’eed Al-Khayyaat (rahmatullah alayhi) waphendula wathi, “Ngibone uRasulullah (sallahu alayhi wasallam) ephupheni wase ethi kimi, ‘ehamba imihlangano ka Ibnu Rasheek, ngoba uthumela imikhonzo kakhulu kimi.”‘

About admin

Check Also

Ukukhanya KweDurood KuRasullullah (sallallahu alayhi wasallam)

UHadrat Abul Qaasim Marwazi (rahmatullah alayhi) ubika uthi: Mina nobaba wami kade sijwayele ukufunda amaHadeeth …