URasullullah (sallallahu alayhi wasallam) Eqoka UHadrat Ali (radiyallahu anhu) Ukuthi Abe Ngumholi WaseMadeenah Ngenkathi kuyimpi yaseTabook, ngenkathi uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) ephuma eMadeenah Munawwarah, waqoka uHadrat Ali (radiyallahu anhu) ukuthi abheke izindaba zaseMadeenah Munawwarah njengoba ehamba. Kepha-ke ngesiyalo sikaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam), uHadrat Ali (radiyallahu anhu) akaphumanga nebutho kunalokho wahlala …
Read More »Monthly Archives: February 2025
Enye IDurood Ekhethekile KaImaam Shaafi’ee (rahmatullah alayhi)
Ebhukwini ekuthiwa iRawdatul Ahbaab uImaam Ismaeel bin Ebrahim Muzani (umfundi odumile kaImaam Shafiee) ubika uthi : Ngake ngabona uImaam Shaafi’ee ephupheni emva kokushona kwakhe ngase ngimbuza ukuthi “uAllah ukuphathe kanjani?” uImaam Shaafi’ee waphendula Wathi, “UAllah ungithethelelile waqoka ukuthi ngiphelezelwe ngiyongena eJannah ngenhlonipho nesizotha. Ngithole konke lokho ngokusho iDurood ethize kuRasullullah …
Read More »IDua KaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) Enzela UHadrat Ali (radiyallahu anhu)
Ubuqhawe BaHadrat Ali (radiyallahu anhu) Ngenkathi kuyimpi yaseUhud uHadrat Ali (radiyallahu anhu) wakhombisa ubuqhawe nesibindi esikhulu ngenkathi elwa nezitha. Wabulala abaholi abane (4) yena mathupha, omunye wabo kade kungu Talha bin Abi Talha. Emva kwempi wathatha inkemba yakhe wayinika umfazi wakhe, uHadrat Fathima ukuze ageze igazi wase esho lamazwi alandelayo …
Read More »Umuntu Onekhono Elikhulu Lokukhipha Isahluleli Kunawonke Umuntu Kulesizwe
Uthando ElikaHadrat Ali (radiyallahu anhu) LaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) Ngelinye ilanga uRasullullah kade enganakho ukudla ephethwe indla. Ngenkathi uHadrat Ali (radiyallahu anhu) ethola ulwazi ukuthi uRasullullah uphethwe indlala, wagcwala ukhathazeka enhlizweni yakhe. Uthandolwakhe laRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) lalukhulu ngalendlela yokuthi akakutholanga ukuphumula enolwazi ukuthi uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) usebunzimeni. Kepha-ke …
Read More »