1) Bhekisa kwiKibla. 2) Gcina izinyawo ndawonye noma eduze ngangokunokwenzeka. Qinisekisa ukuthi izinyawo zibheke ngakwiKibla. 3) Phakamisa izandla zombili uze ufike esifubeni (okungukuthi iminwe izohambisana namahlombe) ngaphandle kokukhipha izandla ngaphansi kwe-Burka. 4) Uma uphakamisa izandla, qinisekisa ukuthi izinthende zezandla zibheke i-Kiblah futhi iminwe igcinwe endaweni yazo yemvelo, ingasakazwa ngokuhlukana noma …
Read More »Ngaphambi KweSalaah 2
3. Mboza wonke umzimba kuhlanganise nezinwele. Ubuso kuphela, izinthende nezinyawo zingavezwa. 4. Lungiselela iSalaah kusenesikhathi ngaphambi kokungena kwesikhathi seSalaah. 5. Ngaphandle kokulungiselela ngokomzimba (iWudhu, njll.), wena kufanele futhi uzilungiselele ngokwengqondo ukuthi uya ziveze enkatolo kamdali wakho. 6. Qiniseka ukuthi umzimba wakho, izingubo kanye nendawo lapho iSalaah iyenziwa khona ihlanzekile.
Read More »Ngaphambi KweSalaah 1
1. Kufanele kunakisiswe ngokukhethekile ukugqoka ngendlela efanele ngeSalaah. Owesifazane kufanele agqoke izingubo ezinjalo ezizofihla umzimba wakhe wonke nezinwele. Kuwukungahloniphi kwakhe ukugqoka izingubo ezimfanele eziveza ukuma komzimba wakhe noma ukugqoka izingubo ezincane nezithambile lapho kungabonakala khona izitho zangempela. Uma izingubo zibonakala ngendlela yokuthi izitho zibonakala ngezingubo, iSalaah ngeke isebenze. 2. Kuye …
Read More »Isitatimende SikaHadrat Imaam Shafi’ee (rahmatullah alayhi)
U-Imaam Shaafi’e ubhale ebhukwini ekuthiwa-Ikhtilaaful Hadith: Asazi noma yimuphi kumakhosikazi ahlonishwayo kaHazrat Rasulullah (sallahu alayhi wasallam) beshiya amakhaya abo beyothamela iJumuah Salaah noma yini enye yamaSalaah eMusjid, nakuba amakhosikazi ahlonishwayo KaHazrat Rasulullah (sallahu alayhi wasallam) , ngenxa yesikhundla sabo esikhethekile kanye nobudlelwano babo noHazrat Rasulullah, bekungaba njalo wayefaneleka kakhulu futhi …
Read More »Isifiso EsikaHadrat Rasullullah (sallallahu alayhi wasallam) Mayelana Nabantu Besifazane Ukuthi Benze ISalaah Ezindlini Zabo
Kade kuyisifiso esikhulu sikaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) ukuthi amadoda enze iSalaah ngokuhlangana eMasjid, futhi kade kuyisifiso sakhe ukuthi abantu besifazane benze iSalaah yabo ezindlini zabo. URasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wakhuthaza abantu besifazane ukuthi benze iSalaah yabo ezindlini zabo futhi bafihle emehlweni amadoda, kwazs kwafika ekutheni ethi, “ISalaah yomuntu wesifazane enziwe …
Read More »AmaMazhab Amane
Sukela ngesikhathi esika mprofethi uMuhammed (sallallahu alayhi wasallam), amaSahaabah (radiyallahu anhum), amaTabi’een (laba ababona amaSahaabah) nalaba abalandela emvakwabo, abantu besifazane balaywa ukuthi benze iSalaah ngezindlela ezihambisana namaMazhab ahlukile sukela kwiSalaah kuze kufike kwezinye izinto zeIslaam. AmaMazhab ahlukene (iHanafi, Maaliki, Shaafi’ee neHambali) wonke ayavumelana ukuthi iSalaah yomuntu wesifazane ihlukile kuneSalaah yabesilisa …
Read More »Ukufihlwa
Kuyiqiniso elingaphikiswa ukuthi ukubunjwa komzimba womuntu wesifazane uhlukile kunomzimba womuntu wesilisa. IShariah (umthetho weIslam) ibeke umthetho ocacile nobonakalayo mayelana umuntu wesifazane nomuntu owesilisa. Isizathu sokuhluka kwemithetho womuntu wesilisa nomuntu wesifazane ukuthi abantu besifazane balaywe ukuthi noma yini abafisa ukuyenza kumele bayenze ngendlela efihlekile. Lomehluko utholakala nasendleleni yokuma kwiSalaah. Umuntu wesifazane …
Read More »ISalaah Yabesifazane
Sonke isici seIslaam esiphathelene nabantu besifazane sihambisana namahloni nesizotha. Mayelana nalokhu iIslaam ikhuthaza abesifazane ukuthi bahlale ezindlini zabo ukuze bezofihleka emadodeni ayizihambi futhi bangaphumi ezindlini zabo ngaphandle kwesizathu esisile. Indlela bayalwe ngayo ukuthi benze iSalaah sukela ekugqokeni nendlela abanyakaza ngayo kwiSalaah kukhombisa ukubaluleka kokuzifihla. Yingakho iSalaah yabantu besifazane ikhombisa isizotha …
Read More »Imibuzo Ejwayelekile Mayelana NeSalaah Eyamadoda
1. Umbuzo: kumele umuntu olandela iImaam asho iSanaa, iTa’awuuz, iTasmiyah futhi ahaye neKuraan uma elandelayo umfundisi? Impendulo: Umlandeli uzosho isanaa emvakwalokho ahlale ethule. Akumele asho iTa’awuuz, iTasmiyah futhi ahaye iKuraan emva kweImaam. 2. Umbuzo: uma umlandeli efike kwiSalaah kamuva, futhi neImaam isiqale ukuhaya iKuraan, ngabe kumele ayisho iSanaa? Impendulo : …
Read More »Ka’dah (ukuhlala) nokwenza iSalaam
1. Emva kokwenza iSajdah yesbili yeRakaat lesibili, hlala kwiKa’dah njengoba besichazile kwiJalsa. 2. Usho iTashahud. اَلتَّحِيَّاتُ لِلّٰهِ وَالصَّلَوَاتُ وَالطَّيِّبَاتُ اَلسَّلَامُ عَلَيْكَ أَيُّهَا النَّبِيُّ وَرَحْمَةُ اللهِ وَبَرَكَاتُهُ اَلسَّلَامُ عَلَيْنَا وَعَلٰى عِبَادِ اللهِ الصَّالِحِيْن أشْهَدُ أنْ لَّا إلٰهَ إلَّا اللهُ وَأشْهَدُ أنَّ مُحَمَّدًا عَبْدُهُ وَرَسُوْلُهُ Konke ukukhonza kolimi, okomzimba, okwemali okwaAllah kuphela. …
Read More »
Alislaam.com – Zulu