Ubusuku Obulindele Izikhathi Ezikhethekile Zokufundwa kweKuran

Kulandiswa ukuthi noma nini lapho umuntu owafunda iKuran Majeed (noma ingxenye yayo) esukuma eyokwenza umthandazo (i-Salaah) ngengxenye yobusuku ukuze ayifunde, ubusuku bubikela ubusuku obulandelayo ngalezi zikhathi ezikhethekile obuzijabulele. Ubusuku bukhuthaza ubusuku obulandelayo ukuba bulindele ngabomvu lezo zikhathi ezikhethekile lapho lowo muntu ezosukuma khona eyofunda iKuran emthandazweni. Ubusuku buphinde bucele ubusuku obulandelayo ukuba bube nomusa kulo muntu.

About admin

Check Also

IKHAYA OKUFUNDWA KULO I-KURAN

Kwi-Hadith ebusisiwe, kushiwo ukuthi ikhaya okufundwa kulo i-Kuran Majeed linezibusiso ezingaka kangangokuthi izingelosi ziyaligcwala futhi …