Kurbaani

AmaSunnat Nendlela yokwenza IKurbaani – 3

12. Kuvumelekile ukuthi owesifazane azihlabele isilwane sakhe kodwa 13. Ungasihlabi isilwane ngaphambili kwezinye izilwane. 14. Uma uhlaba kumele usebenzise ummese obukhali futhi kumele uhlabe ngokusheshisa. Ungasizwisi isilwane izinhlungu ngokusebenzisa ummese obuthuntu noma ngokwenza kancane. عن عبد الله بن عمر رضي الله عنهما قال: أمر رسول الله صلى الله عليه وسلم …

Read More »

AmaSunnat Nendlela yokwenza IKurbaani – 2

6. KuyiSunnah ukugwema ukudla ekuseni ngosuku lweEid ul Adha kuze kubuywe kwiEid Salaah. عن ابن بريدة عن أبيه رضي الله عنه أن رسول الله صلى الله عليه وسلم كان لا يخرج يوم الفطر حتى يأكل وكان لا يأكل يوم النحر حتى يرجع (سنن ابن ماجة، الرقم: 1756) UHadrat Buraidah (radiallahu …

Read More »

AmaSunnat Nendlela yokwenza IKurbaani

 1. IKurbaani iyiIbaadah (indlela yokukhonza) enkulu kwiIslaam. Kunenkulumo ekhethekile kwiKuraan mayelana neKurbaani, ubuhle bayo obukhulu futhi ukubaluleka kwayo kugcizeleliwe kwiKuraan namaHadeeth kaRasullullah (sallallahu alaihi wasallam). UAllah uthi : لَنۡ یَّنَالَ اللّٰه لُحُوۡمُها وَلَا دِمَآؤُها وَلٰکِنۡ یَّنَالُه التَّقۡوٰی مِنۡکُمۡ “Akusiyona inyama noma igazi (lesilwane) elifikela kuAllah eskhundleni salokho ubuqotho benhliziyo okufinyelela …

Read More »