7. Umbuzo: Uma uzwa amaAzaan amaningi asuka emaMasjid ahlukene, kumele uwaphinde amazwi awonke amaMasjid futhi uphinde wenze iDua ehlukene yawona wonke amaMasjid? Cela uchaze umthetho womuntu ophakathi eMasjid nomuntu ongaphandle kweMasjid. Impendulo : Uma uphakathi eMasjid ngenkathi kwenziwa iAzaan ngaleyonkathi uzwa amaAzaan ahlukene asuka kwamanye amaMasjid, kumele uphinde amazwi eAzaan …
Read More »Imibuzo Ejikelele Mayelana NeAzaan NeIkaamah – 3
5. Uma phakathi nokwenza iAzaan ukhohlwe amagama athile kumele wenze njani? Impendulo : Uma ukhumbula phakathi neAzaan noma usanda ukuqeda ukwenza iAzaan ngaphambili kokuthi ukhulume kumele usho lamazwi kade uwakhohliwe uqhubeke la ugcine khona. Kodwa uma usho lamazwi okade uwakhohliwe kuphela futhi uyiqedele iAzaan kungcono ngoba uyobe wenza iAzaan ngendlela …
Read More »Imibuzo Ejikelele Mayelana NeAzaan NeIkaamah – 2
3. Umbuzo: Uma ukwenza iAzaan ngaphakathi kweMasjid kuMakrooh (yinto engathandekile) pho yinidaba iAzaan le eyenziwa ngaphambili kweKhuthuba yenzelwe ngaphakathi kweMasjid? Impendulo: Umthetho weAzaan le eyenziwa ngaphambili kweKhuthuba uhlukile kunomthetho weAzaan le yamaSalaah ansuku zonke. Mayelana naleAzaan (le yeKhuthba) iSunnah yakhona ukuthi yenzelwe ngaphakathi kweMasjid. Inhloso yaleAzaan eyenziwe eduze kweMimbar ukuthi …
Read More »Imibuzo Ejikelele Mayelana NeAzaan NeIkaamah
1. Umbuzo: Ngabe kumele osho iIkaamah abhekise ikhanda lakhe kuhlangothi lwesokudla nakwe lwesonxele uma esho u حي على الصلاة no حي على الفلاح. Impendulo : kunemibono emithathu kulumbuzo: Umbono wokuqala ukuthi uMuazzin angeke aze abhekise ikhanda kuhlangothi lwesokudla no lwesonxele uma esho u حي على الصلاة no حي على الفلاح. …
Read More »Ukuphinda Amazwi EIkaamah
Ukuphinda amazwi eIkaamah kuyefana nokuphinda amazwi eAzaan, umehluko ukuthi uma uzwa u قد قامت الصلاة kumele uthi : أَقَامَهَا اللهٌ وَأَدَامَهَا Engathi uAllah angayisungula (isalaah) futhi ayilondoloze عن أبي أمامة أو بعض أصحاب رسول الله صلى الله عليه وسلم أن بلالا أخذ في الإقامة فلما أن قال قد قامت الصلاة …
Read More »Indlela EyiSunnah Yokusho IIkaamah – 2
4. Kuncono ukuthi iIkaamah ishiwo umuntu owenze iAzaan. عن زياد بن الحارث الصدائي رضي الله عنه قال أمرني رسول الله صلى الله عليه وسلم أن أؤذن في صلاة الفجر فأذنت فأراد بلال أن يقيم فقال رسول الله صلى الله عليه وسلم إن أخا صداء قد أذن ومن أذن فهو يقيم …
Read More »Indlela EyiSunnah Yokusho IIkaamah
1. Yisho iIkaamah ngeHadr (ngokusho amagama ngendlela esheshayo). عن جابر رضي الله عنه أن رسول الله صلى الله عليه وسلم قال لبلال اذا اذنت فترسل واذا اقمت فاحدر UHadrat Jaabir (radiallahu anhu) ubika ukuthi URasullullah (sallallahu alaihi wasallam) wathi kuBilaal (radiallahu anhu), “Uma wenza iAzaan yenze ngeTarassul (ngokusho amagama kancane …
Read More »Amazwi EIqaamah
Amazwi eIqaamah ayafana namazwi eAzaan, Kepha-ke, emva kwa حي على الفلاح (hayya alal falaah) kumele uthi: قد قامت الصلاة قد قامت الصلاة ISalaah isunguliwe, iSalaah isunguliwe. Amazwi eIqaamah ilawa alandelayo: اَللهُ أَكْبَرْ اَللهُ أَكْبَرْ UAllah uye omkhulu kakhulu, UAllah uye omkhulu kakhulu. اَللهُ أَكْبَرْ اَللهُ أَكْبَرْ UAllah uye omkhulu kakhulu, …
Read More »IDu’a Ngeskhathi SeAzaan YeMaghreb
Isho leDu’a elandelayo Ngeskhathi seAzaan yeMaghrib noma emva kweAzaan : اَللّٰهُمَّ إِنَّ هٰذَا إِقْبَالُ لَيْلِكَ وَإِدْبَارُ نَهَارِكَ وَأَصْوَاتُ دُعَاتِكَ فَاغْفِرْ لِيْ Sekufikile ubusuku kwahamba imini, nawa amazwi ezigqila zakho (oMuazzin). Ngicela ungithethelela (izono zami) عن أم سلمة رضي الله عنها قالت علمني رسول الله صلى الله عليه وسلم أن أقول …
Read More »IDua Emuva KweAzaan – 3
3. Angashiwo nalamaDu’a alandelayo : اَللّٰهُمَّ رَبَّ هٰذِهِ الدَّعْوَةِ التَّامَّةِ وَالصَّلَاةِ الْقَائِمَةِ صَلِّ عَلٰى مُحَمَّدٍ وَأَعْطِهِ سُؤْلَهُ يَوْمَ الْقِيَامَةِ O Allah! Nkosi yalesimemezelo esiphelele neSalaah esunguliwe! Thumela imikhonzo kuRasullulah (salallahu alayhi wasallam) futhi umnike iscelo sakhe (sokucelela indalo yonke intethelelo) ngosuku lokwahlulela. اللّٰهُمَّ رَبَّ هٰذِهِ الدَّعْوَةِ التَّامَّةِ وَالصَّلَاةِ الْقَائِمَةِ صَلِّ …
Read More »