Indlela EyiSunnah Yokusho IIkaamah

1. Yisho iIkaamah ngeHadr (ngokusho amagama ngendlela esheshayo).

عن جابر رضي الله عنه أن رسول الله صلى الله عليه وسلم قال لبلال اذا اذنت فترسل واذا اقمت فاحدر

UHadrat Jaabir (radiallahu anhu) ubika ukuthi URasullullah (sallallahu alaihi wasallam) wathi kuBilaal (radiallahu anhu), “Uma wenza iAzaan yenze ngeTarassul (ngokusho amagama kancane kancane), futhi uma wenza iIkaamah yisho ngokusheshisa.” 
 2. Imbizana zeIkaamah kumele zishiwo ngambili. Uma usho izimbizana ngambili, hlanganisa amagama eIkaamah futhi ungami phakathi kwezimbizana ezimbili (kuchaza ukuthi uzoma uma uqeda zombili)

عن عبد الله بن زيد رضي الله عنه قال كان أذان رسول الله صلى الله عليه وسلم شفعا شفعا في الأذان والإقامة (سنن الترمذي، الرقم: 194)

UHadrat Abdullah bin Zaid (radiallahu anhu) ukuthi iAzaan neIkaamah kaRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) yayingezimbizana ezimbili. 
  3. IKaamah kumele ishiwo ngaphandle kweMasjid.

About admin

Check Also

IDu’a Ngeskhathi SeAzaan YeMaghreb 

Isho leDu’a elandelayo Ngeskhathi seAzaan yeMaghrib noma emva kweAzaan : اَللّٰهُمَّ إِنَّ هٰذَا إِقْبَالُ لَيْلِكَ …