Monthly Archives: December 2024

Ukukhathazeka Ngokuphendula Kwelizayo

Ukukhathazeka Ngokuphendula Kwelizayo Ngelinye ilanga uHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu) wangena esibayeni sezilwane zakhe wafica isisebenzi sakhe sinika ikamela ukudla kwayo. Ngenkathi uHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu) ehlaziya lokudla, lendlela kade elungise ngayo ukudla ayimjabulisanga uHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu) wase edonsa indlebe yakhe. Emvakweskhathi wabona ukuthi isenzo sakhe kade singekho sihle. UHadrat …

Read More »

Ukusho IDurood KuRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) Kanye Nabanye Abaprofethi

عن أنس رضي الله عنه قال: قال رسول الله صلى الله عليه وسلم: إذا صليتم علي المرسلين فصلوا علي معهم فإني رسول من المرسلين (الصلاة على النبي لابن أبي عاصم، الرقم: 69، وإسناده حسن جيد لكنه مرسل  كما في القول البديع صـ 134) UHadrat Anas (radhiyallahu anhu) ubika ukuthi uHadrat …

Read More »

Ukuzamazama kwentaba YaseUhud Ngenxa Yenjabulo

Izenzo Ezinhle Eziyishumi Ezikhethekile EzikaHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu) UHadrat Abu Thowr (rahmatullah alayhi) ubika ukuthi wake wayobona uHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu) wase emuzwa esho lokhu okulandelayo ngenkathi egxekwa. Wase ethi: Nginezenzo eziyishumi engizilondolozele zona kuAllah enginesifo sokuthi ngizothola umvuzo wazo kwelizayo: 1) Ngingumuntu owesine owamukela iIslam. 2)Angikaze ngikhulume amanga impilo …

Read More »

AmaSunnat EMasjid – 13

30. Unganikeli ngamaphasela nezinto phakathi eMasjid. Ungayenzi iMasjid indawo yokushiya nokulanda izinto. 31. Hlala ngokuzithoba nenhlonipho eMasjid futhi ungabi budedengu ngenhlonipho yeMasjid. Abanye abantu uma belinde ukuthi kuqale iSalaah, bashoshoba izingubo badlale ngomakhala ekhukhwini. Lokhu akuhabiselani nenhlonipho yeMasjid. 32. Lekelela ngohlela ukuthi iMasjid ihlale iqoqekile futhi ihlanzekile. 33. Ungabalethi abantwana, …

Read More »

IDua Ekhethekile KuRasullullah (sallallahu alaihi wasallam)

عن أبي هريرة عن النبي صلى الله عليه وسلم قال: من قال اللهم صل على محمد وعلى آل محمد كما صليت على إبراهيم وآل إبراهيم وبارك على محمد وعلى آل محمد كما باركت على إبراهيم وآل إبراهيم وترحم على محمد وعلى آل محمد كما ترحمت على إبراهيم وآل إبراهيم شهدت …

Read More »

Isiprofethi Ngokubulawa KukaHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu)

Ukwesaba Okwelizayo KukaHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu) UHadrat Haani (rahmatullah alayhi) isigqila esikaHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu) esakhululwa, sibika ukuthi ngenkathi uHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu) ejwayele ukuya emathuneni ubejwayele ukukhala kakhulu kuze kumanze intshebe yakhe ngezinyembezi. Khona umuntu owambuza, “Siyabona ukuthi uma ukhumbula iJannah neJahannam futhi ukhuluma ngazo uyakhathazeka kuze kufike ekutheni …

Read More »

AmaSunnat EMasjid – 12

29. Ungayincolisi noma uyimanzise iMasjid ngokuphimisa amathe noma ukuhlanza amakhala uvumele ukuthi ukuncola kwele phansi eMasjid. عن أبي ذر رضي الله عنه قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم عرضت علي أعمال أمتي حسنها وسيئها فوجدت في محاسن أعمالها الأذى يماط عن الطريق ووجدت في مساوئ أعمالها النخاعة تكون …

Read More »

Isimilo Esihle Kakhulu SikaHadrat Uthmaan (radhiyallahu anhu)

Ukusebenzisa Indlela Enomusa Uma Udayisa Noma Uthenga U’Ataa bin Farookh (rahmatullah alayhi) ubika lokhu okulandelayo : UHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu) wake wathenga isqhinti somhlaba komunye umuntu. Emvakokuthenga lowomhlaba, uHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu) walinda ukuthi lomuntu azolanda imali yakhe, kodwa lomuntu akafikanga azolanda imali yakhe. Sekudlule isikhathi uHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu) …

Read More »

AmaSunnat EMasjid – 11

28. Ungawaqhekezi amaqhupha uma useMasjid, noma uhlanganise iminwe yesandla esodwa nesinye uma uhleli eMasjid. عن مولى لأبي سعيد الخدري قال بينا أنا مع أبي سعيد رضي الله عنه وهو مع رسول الله صلى الله عليه وسلم إذ دخلنا المسجد فإذا رجل جالس في وسط المسجد محتبيا مشبكا أصابعه بعضها في …

Read More »

Umuntu Onesizotha Kakhulu Kulesizwe

Isizotha SikaHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu) UHadrat Aisha (radiyallahu anha) ubika lokhu okulandelayo : Ngelinye ilanga uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) waye kade elele phansi endlini yami, ingubo lekade eyigqokile yase yanyakaza kancane kwase kwavele kancane ithanga nemibande ebusisekile kaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) nokho kodwa amathanga nemibande yakhe kade imbozwe ngenye indwangu. …

Read More »