30. Unganikeli ngamaphasela nezinto phakathi eMasjid. Ungayenzi iMasjid indawo yokushiya nokulanda izinto.
31. Hlala ngokuzithoba nenhlonipho eMasjid futhi ungabi budedengu ngenhlonipho yeMasjid. Abanye abantu uma belinde ukuthi kuqale iSalaah, bashoshoba izingubo badlale ngomakhala ekhukhwini. Lokhu akuhabiselani nenhlonipho yeMasjid.
32. Lekelela ngohlela ukuthi iMasjid ihlale iqoqekile futhi ihlanzekile.
33. Ungabalethi abantwana, abantu abakhubazekile ngokomqondo nezingane ezingakaphansi kweminyaka futhi ezingawazi umthetho weMasjid.
34. Uma uphakathi eMasjid, hlala uzibandakanye ngokwenza izenzo zeMasjid ngengo kwenza iZikr, ukuhaya iKuraan neSalaah kanye nokunye.