iMiswaak

Izikhathi Lakumele Kusetshenziswe IMiswaak – 4

8. Uma umuntu kade enze iWudhu ngaphambilini bese kufika isikhathi sokwenza iSalaah, kuMustahab (kuhle) ukuthi asebenzise iMiswaak ngaphambi kokwenza iSalaah ukuze asuse iphunga engase lisuke emlomeni. Ngokufanayo kuMustahab Ukusebenzisa iMiswaak uma umuntu ezoya emhlanganweni. 9. Uma wenza iTayammum (indlela yokuzihlanza uma engekho amanzi noma ungakwazi ukuwasebenzisa) ngenxa yesifo, unkungabiko kwamanzi, …

Read More »

Izikhathi Lakumele Kusetshenziswe IMiswaak – 3

5. Uma amazinyo seguquke umbala noma sekuphuma iphunga elibi emlomeni. عن جعفر بن أبي طالب رضي الله عنه عن النبي صلى الله عليه وسلم أنه قال ما لي أراكم تدخلون علي قلحا استاكوا ولولا أن أشق على أمتي لأمرتهم أن يستاكوا عند كل صلاة (كتاب الآثار، الرقم: 41) Kubikwe kusukela kuHazrat …

Read More »

Izikhathi Lakumele Kusetshenziswe IMiswaak – 2

3. Ngaphambi Kokufunda iKuraan. عن علي رضي الله عنه أنه أمر بالسواك وقال قال النبي صلى الله عليه وسلم إن العبد إذا تسوك ثم قام يصلي قام الملك خلفه فتسمع لقراءته فيدنو منه أو كلمة نحوها حتى يضع فاه على فيه فما يخرج من فيه شيء من القرآن إلا صار …

Read More »

Izikhathi Lakumele Kusetshenziswe IMiswaak

1. Uma uvuka. عن عائشة رضي الله عنها أن النبي صلى الله عليه وسلم كان لا يرقد من ليل ولا نهار فيستيقظ إلا تسوك قبل أن يتوضأ (سنن أبي داود، الرقم: 57) UHazrat Aaisha (radiyallahu anha) ubika ukuthi, “Njalo uma uRasulullah (sallallahu alayhi wasallam) evuka ebuthongweni bakhe, nokuba isebusuku noma …

Read More »

Indlela eyisunnah yokusebenzisa iMiswaak – 2

5.Uma ingekho iMiswaak iminwe ingasetshenziswa endaweni yayo. عن أنس رضي الله عنه قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم يجزئ من السواك الأصابع (التلخيص الحبير 1/104) UHazrat Anas (radiyallahu anhu) uthi uRasulullah (Sallallahu alayhi wasallam ) wathi, “Iminwe ingasebenza njenge Miswaak. (Uma iMiswaak ingekho). 6. IMiswaak akumele idlule ubude …

Read More »

Indlela eyisunnah yokusebenzisa iMiswaak

1. Indlela yokubamba iMiswaak ukuthi umuntu abeke isthupha nocikcane ngaphansi kweMiswaak bese eminye iminwe ibe ngenhla kweMiswaak. 2. Bamba iMiswaak ngesandla sokudla bese uqale ukuhlanza amazinyo ngecala lwesokudla. 3. Xubha amazinyo usuke kuhlangothi elilodwa uye kwelinye bese uhlanza ulwimi kusukela phansi uyephezulu. عن أبي موسى رضي الله عنه قال دخلت …

Read More »

Imiswaak – Ubuhle Boku Sebenzisa Imiswaak

1. Ukusebenzisa iMiswaak kwandisa imvuzo yeSalah izihlandla ezingamashumi ayiskhombisa عن عائشة رضي الله عنها قالت قال رسول الله صلى الله عليه وسلم فضل الصلاة التي يستاك لها على الصلاة التي لا يستاك لها سبعين ضعفا (المستدرك على الصحيحين للحاكم، الرقم: ٥١٥)[1] UHazrat Aisha (radhiyallahu ‘anha) uthi uRasulullah (sallallahu ‘alaihi wasallam) …

Read More »