Izikhathi Lakumele Kusetshenziswe IMiswaak – 4

8. Uma umuntu kade enze iWudhu ngaphambilini bese kufika isikhathi sokwenza iSalaah, kuMustahab (kuhle) ukuthi asebenzise iMiswaak ngaphambi kokwenza iSalaah ukuze asuse iphunga engase lisuke emlomeni. Ngokufanayo kuMustahab Ukusebenzisa iMiswaak uma umuntu ezoya emhlanganweni.

9. Uma wenza iTayammum (indlela yokuzihlanza uma engekho amanzi noma ungakwazi ukuwasebenzisa) ngenxa yesifo, unkungabiko kwamanzi, noma ukuthi angeke aze anele kumele ahlanze umlomo wakhe ngeMiswaak bese enze iSalaah.

About admin

Check Also

IRakaat Elesibili

  1. Emva kweSajdah eyesbili, yisho iTakbeer usukumele iRakaat eyesbili.   2. Uma usuka kwiSajdah, …