Ukuphendula Isimemezelo Esika Rasullullah (sallallahu alayhi wasallam) Emvakwempi YaseUhud Ngelinye ilanga uHadrat Ayesha (radiyallahu anha) wathi kumshana wakhe uUrwah “Obaba bakho bobabili (ubaba wakho nomkhulu wakho) uHadrat Zubayr (radiyallahu anhu) noHadrat Abu Bakr (radiyallahu anhu) kade be phakathi kweqembu leli uAllah akhuluma ngalo kulelivsei mayelana nempi yaseUhud. ٱلَّذِينَ ٱسْتَجَابُوا لِلَّـهِ …
Read More »Monthly Archives: September 2025
Eminye Imibhalo Engcwele Eqala Ngegama LaAllah
Umfundisi omkhulu uSuyooti (rahmatullah alayhi) uthi (odume ngokuchaza iKuraan) uthi ngaphandle kweKuraan kuneminye imibhalo engcwele eqala ngobismillah. Kepha-ke abanye abafundisi banombono wokuthi u ‘بسم الله الرحمن الرحيم‘ ukhethekile kwiKuraan nalesizwe samprofethi uMuhammed (sallallahu alayhi wasallam). UMufti Muhammad Shafee (rahmatullah alayhi) uthi lemibono yombili ingachazwa ngalendlela yokuthi yonke imibhalo iqala ngegama …
Read More »Ukuguqulwa Kobuso Kwenziwa Ingulube
Encwadini ekuthiwa iNuzhatul Majaalis kubhalwe lendaba elandelayo: Omunye ubaba nendodana yakhe kade benohambo, endleleni ubaba wase eshona ubuso bakhe baguquka kwaba ubuso bengulube. Ngenkathi indodana ibona lokhu, yakhala kakhulu yase yenza iDua kuAllah ukuthi ambhekelele. Indodana yazela yalala, yabona umuntu ephupheni ithi kuyo, “Ubaba wakho kade ejwayele ukudla intela kungenxa …
Read More »IRakaat Elesibili
1. Emva kweSajdah eyesbili, yisho iTakbeer usukumele iRakaat eyesbili. 2. Uma usuka kwiSajdah, qala ngokususa isiphongo, ulandele ngekhala, kube izandla ugcine ngamadolo. 3. Uma usukuma ungabambeleli phansi (ngaphandle kokuthi kunesizathu sokwenza njalo). 4. Yenza iRakaat elesibili ngokujwayelekile (ngaphandle kokusho iSanaa neTa’awuzu).
Read More »Umakhelwane KaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) EJannah
UHadrat Zubayr (radiyallahu anhu) Ukhipha Inkemba Yakhe Ukuze Avikele uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam). UHadrat Urwah bin Zubayr (radiyallahu anhuma) ubika lokhu okulandelayo: Ngolunye usuku, usathane wenza amahemuhemu ukuthi uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) ubanjiwe wase wathathawa abangakholwa endaweni ephakeme yaseMakkah Mukarramah. Ngenkathi uHadrat Zubayr (radiyallahu anhu) ezwa lamahemuhemu, ngalesosikhathi kade eneminyaka …
Read More »Ubuhle BaBismillah
بسم الله الرحمن الرحيم Egameni likaAllah onomusa onesihawu Kade kuwumkhuba wabantu ngaphambili kokuza kweIslaam ukuthi njalo uma bezoqala noma omuphi umsebenzi kade bejwayele ukuthatha amagama ezithixo ukuze bathole izibusiso. UAllah wachitha wonke lomkhuba wamaArab asemakhaya, wase endaweni yalomkhuba ebalaya ukuthi bathathe igama laAllah umabezokwenza noma omuphi umsebenzi. Ingakho, sibona ukuthi …
Read More »