UHadrat Sa’d Zanjaani (rahmatullah alayhi) wake washo lokhu okulandelayo: Kwakukhona indoda eyayizincisha injabulo eyayihlala phakathi kwethu eGibhithe. Igama lakhe kwakungu Abu Sa’eed Al-Khayyaat (rahmatullah alayhi). Wayengazi xubi futhi azihlanganise nabantu, futhi ubungeke uhlangane naye emhlanganweni. Kodwa emuvakwesikhathi waqala wazibandakanya embuthanweni ka-lbnu Rasheek (rahmatullah alayhi). Ngenkathi abantu bebona lokhu, bamangala base …
Read More »Ukuthola Ukusondela Okukhethekile KuRasullullah (sallallahu alayhi wasallam)
Ukaazi Iyaaz (rahmatullah alayhi) kade engumuntu ohamba phambili ngokusho amaHadeeth esikhathini sakhe. Walungisa iKitaab ebizwa ngeAl-Shifaa emayelana namalungelo kaRasullullah nokuthumela iDurood kuye. Kubikiwe ukuthi umshana kaKaazi Iyaaz (rahmatullah alayhi) wake wambona umalume, uKaazi Iyaaz (rahmatullah alayhi) ephupheni ehleli noRasulullah (sallallahu alayhi wasallam) esihlalweni sobukhosi esakhiwe ngegolide. Ngokubona lenhlonipho nokusondela kwamalume …
Read More »Iphunga Elimnandi Ngenxa Yokusho IDurood Eningi
Umkhwenyana wakwaMoulana Fayzul Hasan Sahaaranpuri (rahmatullah alayhi) wake wathi KuHadrat shaykhul Hadeeth uMoulana Muhammad Zakariya ngenkathi kushone uMoulana Fayzal Hasan (rahmatullah alayhi), kwakune phunga elimnandi elisuka egumbini lakhe, lokhu kwaqhubeka kwaze kwaphela inyanga emvakokuthi eseshonile. Ngenkathi lokhu kwethulwa kuMoulana Kaasim Naanotwi (rahmatullah alayhi), wathi, “lokho kuyisibusiso seDurood ekade ejwayele ukuyishi …
Read More »Ukukhanya KweDurood KuRasullullah (sallallahu alayhi wasallam)
UHadrat Abul Qaasim Marwazi (rahmatullah alayhi) ubika uthi: Mina nobaba wami kade sijwayele ukufunda amaHadeeth ebusuku. Kwabonakala ephupheni ukuthi kunokukhanya okuhle okufikela esibhakabhakeni nasezulwini kulendawo esihlala kuyo. Omunye umuntu wase ebuza ukuthi lokukhanya kusukaphi. Wase echazelwa ukuthi lokukhanya okweDurood okushiwo abafundi beHadeeth ababili ethunyelwa kuRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) uma befunda.
Read More »Indlela Yokusondela KuAllah
UKa’ab Ahbaar (iTabi’ee ekade lingumfundisi omkhulu wamaJuda ngaphambili kokuthi amukele iIslaam) ubika ukuthi : UAllah wathi kuMoosa (alayhisallaam), “Unaso isifiso sokusondela kimi, ukusondela okudlula ukukhuluma kwakho kunolimi lakho noma imizwa yakho yangaphakthi enhlizweni yakho noma ukusondela komphefumulo wakho nomzimba wakho noma ukubona kwakho kunamehlo akho?“ uMoosa (alayhisallaam) waphendula ngokuvuma. UAllah …
Read More »Izindaba Ezinhle Zokusho IDurood
UHadrat Muhammad bin Maalik uthi: Ngahamba ngaya ebhaghdaad ngiyofunda kuShaykh Abu Bakr bin Mujaahid (rahmatullah alayhi). Ngenkathi sihleli naye simzungezile sifunda. Kwangena ikhehla ligqoke iTurban ekhanda, ligqoke izingubo ezidabukile limbethe itshali emahlombe. Ngenkathi UShaykh Abu Bakr (rahmatullah alayhi) embona, wasukuma ngenhlonipho wahlalisa lelikhehla endaweni yakhe, wase embuza ngempilo yakhe nenhlalakahle …
Read More »IDurood Iwumthombo Wabaphilayo Nabafile
Encwadini ekuthiwa iRawdul Faa’ik Kubikwe lendaba elandelayo: Kwakukhona umama onendodana ekade yenza izenzo ezibi. Noma ngabe kade eyikhuza kangakanani umama wakhe. Akaze ilalele izexwayiso zakhe. Esakuleso simo, engakaze acele intethelelo yezono zakhe washona kanjalo. Umawakhe waphatheka kabi ngoba ushone ngaphandle kwentethelelo. Wase waba nesifiso esikhulu sokumbona ephupheni. Ngenkathi embona ephupheni …
Read More »Ukusho IDurood Uma Usezinhlungwini
UHadrat Abdu Raheem bin Abdur Rahmaan (rahmatullah alayhi) uthi: Ngelinye ilanga indgalo yami yalimala ngenxa yokuthi ngawa endweni yokugeza, futhi yase ivuvukala kakhulu. Ngalobo busuku izinhlungu zangihlukumeza kakhulu. Ekugcineni amehli wami avaleka ngazumeka. Ngasw ngibona emfanekiswani uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) kodwa ngakwazi ukuthi, “Ya Rasullullah (sallallahu alaihi wasallam) kuphela. URasullullah …
Read More »Ukusho Isibalo SeDurood Esikhethekile Ngaphambili Kokuthi Ulale
UShaykh Ibnu Hajar Makkai ubika enye indaba yenceku ekade ijwayele ukuzibandakanya ngokusho isibalo seDurood esikhethekile ngaphambili kokuthi ilale. Ngobunye ubusuku wabona uNabi (sallallahu alayhi wasallam) ephupheni. UNabi (sallallahu alayhi wasallam) wangena endlini yakhe, yase indlu yakhe yakhanya yonke ngeNoor (ukukhanya okukhethekile) kaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam). URasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wase …
Read More »Ukuhlonishwa UAllah Ngenxa Yokusho IDurood Eningi
Kubikiwe mayelana uAbul Abbaas, Ahmad bin Mansoor (rahmatullah alayhi), emva kokuthi ahambe la emhlabeni, omunye umlisa wase ndaweni ekuthiwa iSheeraaz wambona ephupheni. Ephupheni wabona, uAhmad bin Mansoor kade emile ngaphambili kweMasjid yaseSheeraaz. Egqoke izingubo ezinhle egqoke umqhele omuhle ekhanda ofakwe ubukhazikhazi okukhethekile. Lomuntu wase embuza,”UAllah ukuphathe kanjani?“ Waphendula wathi,” UAllah …
Read More »
Alislaam.com – Zulu