Iphunga Elimnandi Ngenxa Yokusho IDurood Eningi

Umkhwenyana wakwaMoulana Fayzul Hasan Sahaaranpuri (rahmatullah alayhi) wake wathi KuHadrat shaykhul Hadeeth uMoulana Muhammad Zakariya ngenkathi kushone uMoulana Fayzal Hasan (rahmatullah alayhi), kwakune phunga elimnandi elisuka egumbini lakhe, lokhu kwaqhubeka kwaze kwaphela inyanga emvakokuthi eseshonile.

Ngenkathi lokhu kwethulwa kuMoulana Kaasim Naanotwi (rahmatullah alayhi), wathi, “lokho kuyisibusiso seDurood ekade ejwayele ukuyishi empilweni yakhe kuRasullullah (sallallahu alayhi wasallam), uMoulana Fayzal Hasan kade ejwayele ukusho iDurood eningi kakhulu kazi ngolwesihlanu (ubusuku balweisine).

About admin

Check Also

Ukukhanya KweDurood KuRasullullah (sallallahu alayhi wasallam)

UHadrat Abul Qaasim Marwazi (rahmatullah alayhi) ubika uthi: Mina nobaba wami kade sijwayele ukufunda amaHadeeth …