Monthly Archives: October 2024

Ukusho IDurood Uma Kukhona Into Oyikhohliwe

عن أنس رضي الله عنه قال: قال رسول الله صلى الله عليه وسلم: إذا نسيتم شيئا فصلوا علي تذكروه إن شاء الله تعالى (أخرجه أبو موسى المديني بسند ضعيف كما في القول البديع صـ 448) UHadrat Anas (radiallahu anhu) ubika ukuthi uRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) wathi, “Uma kukhona into oyikhohliwe, …

Read More »

AmaSunnat EMasjid – 5

9. Yenza inhloso yeI’tikaaf (ukuhlala eMasjida) noma ngabe uzochitha isikhathi esingakanani eMasjid. 10. Uma ungena eMasjid bingelala abantu abangaphakathi ngeSalaam uma bengazibandakanyile nganoma eyipi iIbaadah (imikhonzo). Kodwa uma benza iSalaah akumele wenze iSalaam. 11. Uma ungena eMasjid yenza amaRakaat amabili eTahiyyatul Masjid uma kungesona isikhathi esiyiMakrooh (esingavumelekile) sokwenza iSalaah. عن …

Read More »

UHadrat Umar (radiallahu anhu) Uphakathi Kwabantu Abaneskhundla Esiphakeme EJannah

Inhlonipho KaHadrat Umar KaHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) UHadrat Umar (radiallahu anhu) kade ehlezi amukela isikhundla esiphezulu sikaHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) futhi akaze azibone elingana noHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu). Ngelinye ilanga khona iqembu labantu ladumisa uHadrat Umar (radiallahu anhu) lathi, “Siyafunga ngoAllah asikaze sibone umuntu oqotho, okhuluma iqiniso …

Read More »

Ukusho IDurood Uma Kuhlanganwa

عن أنس رضي الله عنه عن النبي صلى الله عليه وسلم قال: ما من عبدين متحابين في الله يستقبل أحدهما صاحبه فيصافحه ويصليان على النبي صلى الله عليه وسلم إلا لم يفترقا حتى تغفر ذنوبهما ما تقدم منهما وما تأخر (مسند أبي يعلى الموصلي، الرقم: 2960، وفيه درست بن حمزة …

Read More »

UUmar (radiallahu anhu) Esabalalisa Iqiniso Ngokusobala

Ukukhathazeka KwaUmar (radiallahu anhu) NgeSalaah Ngosuku lolu uHadrat Umar (radiallahu anhu) kade egwazwe ngalo, kwafika uHadrat Miswaar bin Makhramah (radiallahu anhu) ezombona. Ngenkathi engena wafica uhadrat Umar (radiallahu anhu) equlekile embozwe ngeshidi. UHadrat Miswaar (radiallahu anhu) wase ebuza laba kade bekhona,” Unjani?” baphendula bathi, “Uqulekile njengoba umbona.” Ngoba kade kusele …

Read More »

AmaSunnat EMasjid – 4

7. Ngena eMasjid ngonyawo lwesokudla. عن أنس بن مالك رضي الله عنه أنه كان يقول من السنة إذا دخلت المسجد أن تبدأ برجلك اليمنى وإذا خرجت أن تبدأ برجلك اليسرى (المستدرك على الصحيحين للحاكم، الرقم: 791) Kubikiwe ukuthi uHadrat Anas (radiallahu anhu) wathi, “kuyiSunnah ukuthi uma ungena eMasjid, ungene ngonyawo …

Read More »