13. Ungasenzi isimemezelo sempahla elahlekile eMasjid.
عن أبي هريرة رضي الله عنه قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم من سمع رجلا ينشد ضالة في المسجد فليقل لا ردها الله عليك فإن المساجد لم تبن لهذا (صحيح مسلم، الرقم: 568)
عن السائب بن يزيد رضي الله عنه قال كنت نائما في المسجد فحصبني رجل فنظرت فإذا عمر بن الخطاب رضي الله عنه فقال اذهب فأتني بهذين فجئته بهما فقال ممن أنتما أو من أين أنتما قالا من أهل الطائف قال لو كنتما من أهل المدينة لأوجعتكما ترفعان أصواتكما في مسجد رسول الله صلى الله عليه وسلم (صحيح البخاري، الرقم: 470)
عن أبي هريرة رضي الله عنه قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم إذا اتخذ الفيء دولا والأمانة مغنما والزكاة مغرما وتعلم لغير الدين وأطاع الرجل امرأته وعق أمه وأدنى صديقه وأقصى أباه وظهرت الأصوات في المساجد وساد القبيلة فاسقهم وكان زعيم القوم أرذلهم وأكرم الرجل مخافة شره وظهرت القينات والمعازف وشربت الخمور ولعن آخر هذه الأمة أولها فارتقبوا عند ذلك ريحا حمراء وزلزلة وخسفا ومسخا وقذفا وآيات تتابع كنظام قطع سلكه فتتابع (سنن الترمذي، الرقم: 2211)
UAbu Hurairah (radiallahu anhu) ubika uthi uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wathi, “Uma imipango yempi izothathwa njengomcebo womuntu oyedwa (ungahlukaniswa phakathi), uma into ebekwe njengesthembiso ithathiswe okwemipango yempi, uma iZakaat (umnikelo oyimpoqo) uyothathwa njengentelo, uma ulwazi leDeen luzofunelwa ezinye izinhloso ngaphandle kweDeen, uma indodo ilale umfazi ayeke ukulalela umawakhe, asondeze umngane wakhe ahlehlise ubaba wakhe, uma amazwi ayophakamiswa ngaphakathi eMasjid, uma isoni esikhulu sesizwe siyoba umphathi, uma umuntu ophansi ngokwesithunzi abe umphathi, futhi umuntu ahlonishwe ngenxa yezenzo ezibi azenzayo, amantombazane aculayo namathuluzi omculu ayoba into ejwayelekile, utshwala buyophuzwa ngokusobala, abantu abafika kamuva bayoqalekisa abantu asebadlula emhlabeni balesizwe, (uma sekwenzeka kanjalo) lindela ukuthi kuqhamuke izikhukhula,ukuzama zama komhlaba, ukucwila kwabantu, ukonakaliswa kobuso kwabantu, ukunethwa amasthe futhi nezinye izigameko eziyolandelana ngokushesha, njengoba ubona ubuhlali buphuma entambweni uma isikiwe.”
عن عبد الله رضي الله عنه قال سمعت النبي صلى الله عليه وسلم يقول إن أشد الناس عذابا عند الله يوم القيامة المصورون (صحيح البخاري، الرقم: 5950)