An open quran at a masjid.

SURAH INSHIRAAH

بِسۡمِ اللّٰه الرَّحۡمٰنِ الرَّحِیۡمِ

اَلَمۡ نَشۡرَحۡ لَکَ صَدۡرَکَ ﴿۱﴾  وَوَضَعۡنَا عَنۡکَ وِزۡرَکَ ﴿۲﴾ الَّذِیۡۤ اَنۡقَضَ ظَهرَکَ ﴿۳﴾ وَرَفَعۡنَا لَکَ ذِکۡرَکَ ﴿۴﴾ فَاِنَّ مَعَ الۡعُسۡرِ یُسۡرًا ﴿۵﴾ اِنَّ مَعَ الۡعُسۡرِ یُسۡرًا ﴿۶﴾ فَاِذَا فَرَغۡتَ فَانۡصَبۡ ﴿۷﴾ وَ اِلٰی رَبِّکَ فَارۡغَبۡ ﴿۸﴾

1. Asikuvulanga yini isifuba sakho?

2. Sasisusa kuwe umthwalo wakho

3. owawungaphula umhlane wakho,

4. saphakamisa igama lakho elihloniphekile (nesikhundla sakho).

5. Ngakho-ke ngempela, ebunzimenj kukhona ukukhululeka.

6. Ngempela, ebunzimeni kukhona ukukhululeka.

7. Ngakho-ke uma ukhululekile (emisebenzini oyenzela abantu), khona-ke sebenzela kanzima (ekukhonzeni),

8. futhi kubhekise enkosini yakho, phenduka ngokulangazelela.

About admin

Check Also

Kungani u-Allah Engazange Asiyale Ukuthi Silandela Indlela Ye-Kuraan kanye NeHadith? 

Umbuzo obalulekile ophakamayo kulesi sikhathi uthi, “Kungani u-Allah engasiyaleli ukuba sithathe indlela ye-Kur’an Majeed noma …