41. Ungayisebenzisi imali yomphakathi ukuze uhlobise iMasjid. Uma unesifiso sokwenza lokho, ungasebenzisa imali yakho kuphela ukuze uhlobise iMasjid futhi lokho kuhlobisa kumele kuhambisane nemithetho yeIslam. عن ابن عباس رضي الله عنهما قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم ما أمرت بتشييد المساجد قال ابن عباس لتزخرفنها كما زخرفت اليهود …
Read More »AmaSunnat EMasjid – 17
40. Bandakanya inhliziyo yakho neMasjid, kuchaza ukuthi uma uphuma emva kweSalaah eyodwa enza inhloso yokuphinde ubuye uzokwenza iSalaah elandelayo futhi uyilinde ngokuyilangazelele. عن أبي هريرة رضي الله عنه أن رسول الله صلى الله عليه وسلم قال ألا أدلكم على ما يمحو الله به الخطايا ويرفع به الدرجات قالوا بلى يا …
Read More »AmaSunnat EMasjid – 16
39. Isho iDu’a eyiSunnah uma uphuma eMasjid. IDua eyokuqala : بِسْمِ اللهِ وَالصَّلاَةُ وَالسَّلاَمُ عَلٰى رَسُولِ اللهِ اَللّٰهُمَّ إِنِّيْ أَسْأَلُكَ مِنْ فَضْلِكَ Egameni likaAllah, engathi ukuthula nemikhonzo ingaba kuRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) O Allah ngicela izibusiso zakho. IDua Eyesbili : بِسْمِ اللهِ وَالصَّلاَةُ وَالسَّلاَمُ عَلٰى رَسُولِ اللهِ رَبِّ اغْفِرْ لِيْ …
Read More »AmaSunnat EMasjid – 15
37. Uma uphakathi eMasjid sekwenziwe iAzaan uma ungaka yenzi iSalaah akumele uphumele ngaphandle kweMasjid ngaphandle kwesizathu esibalulekile. عن أبي الشعثاء قال كنا قعودا في المسجد مع أبي هريرة رضي الله عنه فأذن المؤذن فقام رجل من المسجد يمشي فأتبعه أبو هريرة رضي الله عنه بصره حتى خرج من المسجد فقال …
Read More »AmaSunnat EMasjid – 14
35. Ngaphandle kokuya eMasjid uyokwenza iSalaah, uma kukhona uhlelo lwentshumayelo eMasjid kumele wenze inhloso yokuya eMasjid uyofuna ulwazi lweIslaam. Uma ukwazi ukufundisa iIslam kumele wenze inhloso yokuhamba uye eMasjid uyofundisa abantu ulwazi lweDeen uma uthola ithuba. عن عائشة رضي الله عنها قالت أمر رسول الله صلى الله عليه وسلم ببناء …
Read More »AmaSunnat EMasjid – 13
30. Unganikeli ngamaphasela nezinto phakathi eMasjid. Ungayenzi iMasjid indawo yokushiya nokulanda izinto. 31. Hlala ngokuzithoba nenhlonipho eMasjid futhi ungabi budedengu ngenhlonipho yeMasjid. Abanye abantu uma belinde ukuthi kuqale iSalaah, bashoshoba izingubo badlale ngomakhala ekhukhwini. Lokhu akuhabiselani nenhlonipho yeMasjid. 32. Lekelela ngohlela ukuthi iMasjid ihlale iqoqekile futhi ihlanzekile. 33. Ungabalethi abantwana, …
Read More »AmaSunnat EMasjid – 12
29. Ungayincolisi noma uyimanzise iMasjid ngokuphimisa amathe noma ukuhlanza amakhala uvumele ukuthi ukuncola kwele phansi eMasjid. عن أبي ذر رضي الله عنه قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم عرضت علي أعمال أمتي حسنها وسيئها فوجدت في محاسن أعمالها الأذى يماط عن الطريق ووجدت في مساوئ أعمالها النخاعة تكون …
Read More »AmaSunnat EMasjid – 11
28. Ungawaqhekezi amaqhupha uma useMasjid, noma uhlanganise iminwe yesandla esodwa nesinye uma uhleli eMasjid. عن مولى لأبي سعيد الخدري قال بينا أنا مع أبي سعيد رضي الله عنه وهو مع رسول الله صلى الله عليه وسلم إذ دخلنا المسجد فإذا رجل جالس في وسط المسجد محتبيا مشبكا أصابعه بعضها في …
Read More »AmaSunnat EMasjid – 10
26. Wonke umuntu unelungelo elilingene lokusebenzisa iMasjid nezinto eziphakathi. Akuvumelekile ukuthi uzibekele indawo noma izinto eMasjid. عن عبد الرحمن بن شبل رضي الله عنه قال نهى رسول الله صلى الله عليه وسلم عن نقرة الغراب وافتراش السبع وأن يوطن الرجل المكان في المسجد كما يوطن البعير (سنن أبي داود، الرقم: …
Read More »AmaSunnat EMasjid – 9
23. Uma useMasjid enkulu kakhulu, kuvumelekile ukuthi uhambe ngaphambili komuntu owenza isalaah kepha kumele ugweme ukuhamba endaweni la enza khona iSajdah. 24. Uma useMasjid encane akuvumelekile ukuhamba ngaphambili komuntu owenza isalaah kodwa uma khona into ebekiwe ngaphambili kwakhe kuvumelekile ukudlula. عن أبي جهيم رضي الله عنه قال قال رسول الله …
Read More »