عن عبد الله بن مسعود قال: إذا صليتم على رسول الله صلى الله عليه وسلم فأحسنوا الصلاة عليه فإنكم لا تدرون لعل ذلك يعرض عليه قال: فقالوا له: فعلمنا قال: قولوا: اللهم اجعل صلواتك ورحمتك وبركاتك على سيد المرسلين وإمام المتقين وخاتم النبيين محمد عبدك ورسولك إمام الخير وقائد الخير …
Read More »Yearly Archives: 2024
AmaSunnat EMasjid – 9
23. Uma useMasjid enkulu kakhulu, kuvumelekile ukuthi uhambe ngaphambili komuntu owenza isalaah kepha kumele ugweme ukuhamba endaweni la enza khona iSajdah. 24. Uma useMasjid encane akuvumelekile ukuhamba ngaphambili komuntu owenza isalaah kodwa uma khona into ebekiwe ngaphambili kwakhe kuvumelekile ukudlula. عن أبي جهيم رضي الله عنه قال قال رسول الله …
Read More »Umuntu Owokuqala Owenza IHijrah (ukuthutha) Nomdeni Wakhe
IMuslim Elokuqala Elenza IHijrah (ukuthutha) Nomdeni Walo UHadrat Anas (radiyallahu anhu) ubika ukuthi uHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu) wahamba waya eAbisiniya nomafazi wakhe uHadrat Rukayyah indodakazi ebusisekile kaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) enza iHijrah. Izindaba zesimo sabo zafika kamuva kepha uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) waye kade ejwayele ukuphuma eMakkah ayofuna ulwazi ngabo, …
Read More »Durood-e-Ebrahim
عن عبد الرحمن بن أبي ليلى قال لقيني كعب بن عجرة فقال ألا أهدي لك هدية سمعتها من النبي صلى الله عليه وسلم فقلت بلى فأهدها لي فقال سألنا رسول الله صلى الله عليه وسلم فقلنا يا رسول الله كيف الصلاة عليكم أهل البيت فإن الله قد علمنا كيف نسلم …
Read More »AmaSunnat EMasjid – 8
21. Uma ingekho indawo emugqeni wokuqala, ungazifaki ngenkani uze uphazamise abanye. عن عبد الله بن بسر رضي الله عنه قال جاء رجل يتخطى رقاب الناس يوم الجمعة والنبي صلى الله عليه وسلم يخطب فقال له النبي صلى الله عليه وسلم اجلس فقد آذيت (سنن أبي داود، الرقم: 1120) UHadrat Abdullah bin …
Read More »Umngane Okhethekile KaRasulullah (sallallahu alayhi wasallam) EJannah
Ukuthenga Umthombo EJannah Ngenkathi amaSahaabah (radiyallahu anhum) ethuthele eMadina Munawwarah, bafica amanzi aseMadeenah Munawwarah engaphuzeki ngenxa yokuthi kade ebaba. Kepha, kwaku nejuda eduze kwalapho ekade linomthombo wamanzi amtoti lomthombo kade ubizwa ngoRoomah, kade lijwayele ukudayisela amaSahaabah (radiyallahu anhum) amanzi. URasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wase ebuza amaSahaabah (radiyallahu anhum), “Ubani ozothenga …
Read More »AmaSunnat EMasjid – 7
17. Ungazibandakanyi ngezinkulumo zomhlaba, noma nixoxisane ngezinto zomhlaba eMasjid. عن الحسن رحمه الله مرسلا قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم يأتي على الناس زمان يكون حديثهم في مساجدهم في أمر دنياهم فلا تجالسوهم فليس لله فيهم حاجة (شعب الإيمان، الرقم: 2701) UHadrat Hasan (radiyallahu anhu) ubika ukuthi uRasullullah …
Read More »“Al Farook ” Ohlukanisa iqiniso namanga
UHadrat Umar (radiyallahu anhu) Ekhuthaza Ukwenza Okuhle Sezophefumula Okokugcina Ngosuku lolu uHadrat Umar (radiyallahu anhu) kade egwazwe ngalo, wavakashelwa omunye umfana wase ethi kuye, “O Mphathi wamaMuslim! Thokoza ngezindaba ezinhle ezisuka kuAllah Ta’ala! Wena ungumlandeli kaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) futhi wena ungomunye walaba abamukela iIslaam ezinsukwini zokuqala, wase ubekwa ukuthi …
Read More »AmaSunnat EMasjid – 6
13. Ungasenzi isimemezelo sempahla elahlekile eMasjid. عن أبي هريرة رضي الله عنه قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم من سمع رجلا ينشد ضالة في المسجد فليقل لا ردها الله عليك فإن المساجد لم تبن لهذا (صحيح مسلم، الرقم: 568) UHadrat Abu Hurairah (radiallahu anhu) ubika ukuthi uRasullullah (sallallahu …
Read More »Abaholi Babantu Abaneminyaka Ephakathi EJannah
Isifiso SikaHadrat Umar (radiyallahu anhu) Sokungcwatshwa Eduze KwaRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) Ngenkathi uHadrat Umar (radiyallahu anhu) egwaziwe esephefumula okokugcina, wathumela indodana yakhe uHadrat Abdullah bin Umar (radiallahu anhu) ukuthi ihambe iye endlini kaHadrat Aaisha (radiallahu anhu). Wathi kuyena emlaya “uthi kuyena uUmar uthumela iSalaam. Ungathi Ameer-ul-mu’mineen (umphathi wamaMuslim), ngoba namhlanje …
Read More »