Ukuvikeleka Ezinhlungwini Zokufa Ngenxa Yokusho IDurood Eningi

Encwadini ekuthiwa iNuzhatul Majaalis kubhalwe lendaba elandelayo:
Ngelinye ilanga khona umuntu owahamba eyovakashela umuntu ogulayo esezophefumulu okokugcina. Wase ebuza lomuntu ofayo, “Uzizwa kanjani izinhlungu zokufa ngaphambili kokuthi ufe?“ Waphendula wathi,” Angizizwa ngisezinhlungwini neze, ngezwa abafundisi Bethi umuntu osho iDurood kakhulu kuRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) uzovikeleka ezinhlungwini zokufa ngesikhathi sokufa.”

About admin

Check Also

Iphunga Elimnandi Ngenxa Yokusho IDurood Eningi

Umkhwenyana wakwaMoulana Fayzul Hasan Sahaaranpuri (rahmatullah alayhi) wake wathi KuHadrat shaykhul Hadeeth uMoulana Muhammad Zakariya …