I-RAKAAT YESIBILI

1. Ngemva kwe-sajdah yesibili yisho i-Takbeer futhi usukumele i-Rakaat yesibili.

2. Uma usuka ku-sajdah, qala uphakamise isiphongo, ikhala, emva kwalokho izandla bese ekugcineni amadolo.

3. Uma usukuma, ungabambeleli phansi (ngaphandle uma kunesidingo sokwenza kanjalo).

4. Yenza i-Rakaat yesibili njengokujwayelekile ngaphandle kokusho iSanaa kanye ne-Ta’awwuz ngeke kushiwo ekuqaleni.

About admin

Check Also

Jalsah

1. Hlala esinqeni sokunxele ubeke izinyawo zombili ngakwesokunene. 2. Amathanga kufanele ahlanganiswe ndawonye. 3. Beka …