Qiyaam (Ukuma)

1) Bhekisa kwiKibla.

2) Gcina izinyawo ndawonye noma eduze ngangokunokwenzeka. Qinisekisa ukuthi izinyawo zibheke ngakwiKibla.

3) Phakamisa izandla zombili uze ufike esifubeni (okungukuthi iminwe izohambisana namahlombe) ngaphandle kokukhipha izandla ngaphansi kwe-Burka.

4) Uma uphakamisa izandla, qinisekisa ukuthi izinthende zezandla zibheke i-Kiblah futhi iminwe igcinwe endaweni yazo yemvelo, ingasakazwa ngokuhlukana noma ivalwe ngokuqinisa.

About admin

Check Also

Isifiso EsikaHadrat Rasullullah (sallallahu alayhi wasallam) Mayelana Nabantu Besifazane Ukuthi Benze ISalaah Ezindlini Zabo

Kade kuyisifiso esikhulu sikaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) ukuthi amadoda enze iSalaah ngokuhlangana eMasjid, futhi kade …