Ngaphambi KweSalaah 2

3. Mboza wonke umzimba kuhlanganise nezinwele. Ubuso kuphela, izinthende nezinyawo zingavezwa.

4. Lungiselela iSalaah kusenesikhathi ngaphambi kokungena kwesikhathi seSalaah.

5. Ngaphandle kokulungiselela ngokomzimba (iWudhu, njll.), wena kufanele futhi uzilungiselele ngokwengqondo ukuthi uya ziveze enkatolo kamdali wakho.

6. Qiniseka ukuthi umzimba wakho, izingubo kanye nendawo lapho iSalaah iyenziwa khona ihlanzekile.

About admin

Check Also

Ubusuku Obulindele Izikhathi Ezikhethekile Zokufundwa kweKuran

Kulandiswa ukuthi noma nini lapho umuntu owafunda iKuran Majeed (noma ingxenye yayo) esukuma eyokwenza umthandazo …