Amagama eAzaan 

IAzaan inezigaba eziyiskhombisa. lezozigaba ilezi ezilandelayo:
1.Qala ngokuthi :

اَللهُ أَكْبَرْ اللهُ أَكْبَرْ

UAllah uye omkhulu kakhulu, UAllah uye omkhulu kakhulu.

اَللهُ أَكْبَرْ اللهُ أَكْبَرْ

UAllah uye omkhulu kakhulu, UAllah uye omkhulu kakhulu.
2.Okwesbili, ithi:

أَشْهَدُ أَلَّا إِلٰهَ إِلَّا اللهْ

Ngiyafakaza ukuthi akekho ofanelwe ukukhonzwa ngaphandle kwaAllah.

أَشْهَدُ أَلَّا إِلٰهَ إِلَّا اللهْ

Ngiyafakaza ukuthi akekho ofanelwe ukukhonzwa ngaphandle kwaAllah.
3.Okwesthathu, ithi:

أَشْهَدُ أَنَّ مُحَمَّدًا رَّسُوْلُ اللهْ

Ngiyafakaza ukuthi uHazrat Muhammad (sallallahu alayhi wasallam) uyisthunywa sikaAllah.

أَشْهَدُ أَنَّ مُحَمَّدًا رَّسُوْلُ اللهْ

Ngiyafakaza ukuthi uHazrat Muhammad (sallallahu alayhi wasallam) uyisthunywa sikaAllah.
4.Okwesine, ithi:

حَيَّ عَلٰى الصَّلَاةْ

woza kwiSalaah.

حَيَّ عَلٰى الصَّلَاةْ

woza kwiSalaah.
5.Okweshlanu, ithi:

حَيَّ عَلٰى الْفَلَاحْ

woza kwimpumelelo.

حَيَّ عَلٰى الْفَلَاحْ

woza kwimpumelelo.
6. Okwesthupha, ithi:

اَللهُ أَكْبَرْ اللهُ أَكْبَرْ

UAllah uye omkhulu kakhulu, UAllah uye omkhulu kakhulu.
7.Ekugcineni, ithi:

لَا إِلٰهَ إِلَّا اللهْ

Akekho ofanelwe ukukhonzwa ngaphandle kwaAllah.

About admin

Check Also

AmaSunnat EMasjid – 6

13. Ungasenzi isimemezelo sempahla elahlekile eMasjid. عن أبي هريرة رضي الله عنه قال قال رسول …