عن عمار بن ياسر رضي الله عنه قال قال رسول الله صلى الله عليه و سلم إن الله وكل بقبري ملكا أعطاه الله أسماء الخلائق فلا يصلي علي أحد إلى يوم القيامة إلا أبلغني باسمه واسم أبيه هذا فلان بن فلان قد صلى عليك (رواه البزار كما في الترغيب والترهيب، …
Read More »Yearly Archives: 2023
Indlela Yokusho IAzaan YeFajr
Uma usho iAzaan yeFajr, uzosho iAzaan ngalendlela ekuchazwe ngayo ekuqaleni. Umehluko ukuthi uzosho lamagama alandelayo kabili emuva kokusho u حي على الفلاح (hayya alal falaah). الصلاة خير من النوم ISalaah ingcono kunobuthongo. عن محمد بن عبد الملك بن أبي محذورة عن أبيه عن جده قال قلت يا رسول الله علمني …
Read More »UAllah Umemezela Injabulo Yakhe Engapheli YamaSahaabah (radhiyallahu anhum)
Uthando LukaHazrat Uthmaan (radhiyallahu anhu) LikaRasulullah (sallallahu alayhi wasallam) Ngeskhathi seHudaibiya, ngenkathi abangakholwa banqabela amaMuslim ukuthi angene eMakkah Mukarramah ukuze enze iUmrah (uhambo oluncwele), uHazrat Uthmaan (radhiyallahu anhu) wathunywa uHazrat Rasulullah (sallallahu alayhi wasallam) ukuthi ahambe ayobonisana neqembu leKuraish eMakkah Mukarramah. Ngenkathi uHazrat Uthmaan (radhiyallahu anhu) ehambile eye eMakkah Mukarramah, …
Read More »Izingelosi Ezihamba Umhlaba Ziqoqa AmaDurood
عن عبد الله قال: قال رسول الله صلى الله عليه وسلم: إن لله ملائكة سياحين في الأرض يبلغوني من أمتي السلام (سنن النسائي، الرقم: 1282، صحيح ابن حبان، الرقم: 913) UHazrat Abdullah bin Mas’ood (radhiyallahu anhu) ubika ukuthi uHazrat Rasulullah (sallallahu alayhi wasallam) wathi, “Ngempela, UAllah uneqembu lezingilosi ezizula (umhlaba …
Read More »Indlela Efanelekile Yokuphimisa Amagama EAzaan – 2
3. Uma uhlabelela u اشهد ان محمد رسول الله, leli Gama u انّ (anna) akumele lidonswe ngaphezulu kokufanele ngokusho u ن (noon) iskhathi eslingana noGhunnah. Ngokufanayo, uTashdeed ( ّ ) lo oqhamuka ku م (meem) no ر (raa) akumele badonswe ngaphezulu kokufanele. 4. Uma uhlabelela u حيّ على الصلاةّّ, uTashdeed …
Read More »Izinkanyezi Eziqondisayo Zesizwe
Uthando Olukhulu LikaUmar (radhiyallahu anhu) Nezinkumbulo Zakhe ZikaRasullulah (sallallahu ‘alaihi wasallam). Ngobunye ubusuku, ngekathi esabusa uUmar (radhiyallahu anhu) enza umsebenzi wakhe wokuba unogada, wabona ukukhanya nomsindo oqhamuka komunye umuzi. Wafica isalukazi siphotha uboya sicula lamazwi alandelayo : عَلَى مُحَمَّدٍ صَلَاةُ الْأَبْرَارْ ** صَلَّى عَلَيْكَ الْمُصْطَفَوْنَ الْأَخْيَارْ Engathi izinceku zingaqhubeka zithumele …
Read More »IDurood Ekalwa Eskalini Eskhulu
عن أبي هريرة رضي الله عنه قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم من سره أن يكتال بالمكيال الأوفى إذا صلى علينا أهل البيت فليقل اللهم صل على محمد النبي الأمي وأزواجه أمهات المؤمنين وذريته وأهل بيته كما صليت على آل إبراهيم إنك حميد مجيد (سنن أبي داود، الرقم: …
Read More »Indlela Efanelekile Yokuphimisa Amagama EAzaan
Uma usho iAzaan kumele uzame ukuphimisa wonke amagama ngendlela efanele. Ngakho-ke amaphuzo alandelayo abalulekile kumele ehlezi emqoka: 1. Uma uhlabelela اَللهُ أَكْبَرْ اَللهُ أَكْبَرْ, lenhlamvu ewu ر ku اكبر wokuqala ingafundwa ngosukoon ( ْ) ngaphandle kokuyihlanganisa negama u الله (Allahu), noma ngoFa-tha ( َ ) ngokuyhlanganisa egameni u الله (Allahu). Ukuyisho ngenye …
Read More »Ubuhle Okukhethekile BamaKhulafa-e-Rashideen
Uthando LaHazrat Abubakr (radhiyallahu anhu) LikaRasulullah (sallallahu alayhi wasallam) URasulullah (sallallahu alayhi wasallam) noHazrat Abu Bakr Siddeeq (radhiyallahu anhu) baqala uhambo labo kusaqala ubusuku. Phakathi nohambo labo, kwesinye isikhathi uHazrat Abu Bakr Siddeeq waye kade ehamba ngaphambili kaRasullulah (sallallahu alayhi wasallam) kwesinye futhi isikhathi ubephinde ahambe emuva kaRasullulah (sallalahu alayhi …
Read More »Amagama eAzaan
IAzaan inezigaba eziyiskhombisa. lezozigaba ilezi ezilandelayo: 1.Qala ngokuthi : اَللهُ أَكْبَرْ اللهُ أَكْبَرْ UAllah uye omkhulu kakhulu, UAllah uye omkhulu kakhulu. اَللهُ أَكْبَرْ اللهُ أَكْبَرْ UAllah uye omkhulu kakhulu, UAllah uye omkhulu kakhulu. 2.Okwesbili, ithi: أَشْهَدُ أَلَّا إِلٰهَ إِلَّا اللهْ Ngiyafakaza ukuthi akekho ofanelwe ukukhonzwa ngaphandle kwaAllah. أَشْهَدُ أَلَّا إِلٰهَ إِلَّا اللهْ Ngiyafakaza ukuthi akekho ofanelwe …
Read More »