Izingelosi Ezihamba Umhlaba Ziqoqa AmaDurood

عن عبد الله قال: قال رسول الله صلى الله عليه وسلم: إن لله ملائكة سياحين في الأرض يبلغوني من أمتي السلام (سنن النسائي، الرقم: 1282، صحيح ابن حبان، الرقم: 913)

UHazrat Abdullah bin Mas’ood (radhiyallahu anhu) ubika ukuthi uHazrat Rasulullah (sallallahu alayhi wasallam) wathi, “Ngempela, UAllah uneqembu lezingilosi ezizula (umhlaba wonke zicinga imihlangano yeDurood) zithumele iDurood yesizwe sami kimi.”
Uthando LukaHazarat Abu Bakr (radhiyallahu anhu) Lufakaza Uthando LukaHazrat Rasulullah (sallallahu alayhi wasallam)
UHazrat Abu Bakr (radhiyallahu anhu) wake wathi kuRasullulah (salallahu alayhi wasallam), “Noma ngabe ngijabulile ukuthi ubaba wami wamukela iIslam, injabulo engagizoyothola uma umalume wakho wamukela iIslam ngabe ingaphezulu. Ngoba uma umalume wakho, uAbu Taalib, wamukela iIslam, ngabe lokho kwakulethela injabulo enkulu.” (Musnadul Bazaar #6131)

About admin

Check Also

Ukusho IDurood kashumi Ekseni Nantambama

عن أبي الدرداء رضي الله عنه قال: قال رسول الله صلى الله عليه وسلم: من …