Isiyalo SikaRasululluah (sallallahu alaihi wasallam) Sokuhlonipha AmaSahaabah (radhiyallahu anhum)

UHadrat Bilaal (radiallahu anhu) Esezokufa

Ngenkathi Ubilaal (radiallahu anhu) esezokufa, umkakhe wase ethi, “Ah.., kwaze dabukisa! Usuyahamba la emhlabeni.”
UHadrat Bilaal (radiallahu anhu) waphendula wathi, “kwaze kwamnandi futhi kuletha injabulo ukuthi kusasa sizobona abangane bethu, sizohlangana noRasulullah (sallallahu alaihi wasallam) nabalandeli bakhe.”

About admin

Check Also

Izindaba Ezinhle Ezokungena EJannah EzaHadrat Abu Ubaydah bin Jarrah (radiyallahu anhu)

Isifiso SikaHadrat Umar (radiyallahu anhu) Ukuthi Abusiswe Ngegumbi Eligcwele Abantu Abanjengo Hadrat Abu Ubaydah bin …