ISahaabi Ekade Linomusa kakhulu KuleUmmah (kulesizwe)

Ukudela Umcebo Wakhe KuRasullullah (sallallahu alaihi wasallam)

UHadrat Abu Hurairah (radiallahu anhu) ubika ukuthi URasullullah wathi, “Awukho umcebo womuntu engazuza kuwo njengomcebo kaHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu).”
Ngokuzwa lokhu UHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) wase ekhala ethi “Umcebo wami, nami konke kungo kwakho, O Sithunywa sika Allah(sallallahu alaihi wasallam)!”
Kwenye ingxoxo kaHadrat Abu Hurairah (radiallahu anhu) ekuthiwa iMusnad Ahmed uRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) wathi, “Awukho umcebo owangizuzisa njengomcebo kaHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu).
Ngokuzwa lokhu UHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) wase ekhala washk kathathu,” O Rasullullah (sallallahu alaihi wasallam) okweqiniso, kungenxa yakho uAllah angibusisa ngayo yonke into enginayo!”

About admin

Check Also

Umuntu Olunge Kakhulu Kulesizwe

Umuntu Olunge Kakhulu Walesizwe UHadrat Abu Darda (radiallahu anhu) wathi, “Ngelinye ilanga uRasullullah (sallallahu alaihi …