Isikhundla Esiphakheme SamaMuhajireen NamaAnsaar

Uthando LeSahaabi LaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam)  Ngelinye ilanga iSahaabi lafika kuRasullulah (salallahu alayhi wasallam) labuza, “O Rasulullah (sallallahu alayhi wasallam), linini usuku leQiyaamah (usuku lokwahlulela)” URasullulah (sallallahu alayhi wasallam) waphendula wathi, “Imaphi amalungiselelo owenzele lelosuku?” leloSahaabi laphendula lathi, “Angisho ukuthi nginamaSalaah amaningi, angizilanga kakhulu futhi anginikeli kakhulu kodwa nginothando likaAllah …

Read More »

Izingelosi Zithuthelekela Emhlanganweni YeZikr

عن عقبة بن عامر رضي الله عنه قال : قال رسول الله صلى الله عليه وسلم : إن للمساجد أوتادا جلساؤهم الملائكة إن غابوا فقدوهم وإن مرضوا عادوهم وإن رأوهم رحبوا بهم وإن طلبوا حاجة أعانوهم فإذا جلسوا حفت بهم الملائكة من لدن أقدامهم إلى عنان السماء بأيديهم قراطيس الفضة …

Read More »

IDua Emuva KweAzaan – 3

3. Angashiwo nalamaDu’a alandelayo : اَللّٰهُمَّ رَبَّ هٰذِهِ الدَّعْوَةِ التَّامَّةِ وَالصَّلَاةِ الْقَائِمَةِ صَلِّ عَلٰى مُحَمَّدٍ وَأَعْطِهِ سُؤْلَهُ يَوْمَ الْقِيَامَةِ O Allah! Nkosi yalesimemezelo esiphelele neSalaah esunguliwe! Thumela imikhonzo kuRasullulah (salallahu alayhi wasallam) futhi umnike iscelo sakhe (sokucelela indalo yonke intethelelo) ngosuku lokwahlulela. اللّٰهُمَّ رَبَّ هٰذِهِ الدَّعْوَةِ التَّامَّةِ وَالصَّلَاةِ الْقَائِمَةِ صَلِّ …

Read More »

AmaSahaabah Awumothombo Wobuhle Balesizwe

Uthando LaHazrat Zaid bin Dathinah (radhiyallahu anhu) LikaRasulullah (sallallahu alayhi wasallam) Ngenkathi abangakholwa sebezobulala iSahaabi elikhulu, uHazrat Zaid bin Dathinah (radhiyallahu anhu), bambuza, “Ungajabula ukuthi uMuhammad (sallallahu alayhi wasallam) usendaweni yakho wena ube ukhululekile uhleli nomndeni wakho ?” Impendulo yakhe ngaphandle kokuphazima kweso wathi, “Ngiyafunga ngoAllah, angikwazi nokubekezela ukuthi mina …

Read More »

Abantu Abahleli Emhlanganweni YeDurood Bazungezwa Umusa KaAllah

عن أنس رضي الله عنه عن النبي صلى الله عليه وسلم قال: إن لله سيارة من الملائكة يطلبون حلق الذكر فإذا أتوا عليهم حفوا بهم ثم بعثوا رائدهم إلى السماء إلى رب العزة تبارك وتعالى فيقولون ربنا أتينا على عباد من عبادك يعظمون آلاءك ويتلون كتابك ويصلون على نبيك صلى …

Read More »

IDua Emuva KweAzaan – 2

2. Emva kokusho leDu’a eshiwo emva kweAzaan, kumele usho leDu’a elandelayo : أَشْهَدُ أَنْ لَّا إِلٰهَ إِلَّا اللهُ وَحْدَهُ لَا شَرِيْكَ لَهُ وَأَنَّ مُحَمَّدًا عَبْدُهُ وَرَسُوْلُهُ رَضِيْتُ بِاللهِ رَبًّا وَبِمُحَمَّدٍ رَسُوْلًا وَبِالْإِسْلَامِ دِيْنًا Ngiyafunga ukuthi akekho omunye unkulunkulu ngaphandle kwaAllah, uyedwa, akabambisene namuntu futhi uHazrat Muhammad (sallallahu alayhi wasallam) uyisgqila …

Read More »

Ukukhetheka KwamaSahaabah (radhiyallahu anhum) Ngaphezulu Kwesizwe Sonke

UHazrat Abu Ubaidah ( radhiyallahu anhu) Uncamela Amazinyo Akhe Ngenxa KaRasullulah (sallalahu alayhi wasallam) Ngenkathi kuyimpi yaseUhud, izitha zahlasela uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) kanzima kabi, okwadala ukuthi izinsimbi ezimbili ezazisesgqokeni sakhe sokuzivikela zangena ebusweni bakhe. UHadrat Abu Bakr Siddeeq (radhiyallahu anhu) noHazrat Abu Ubaidah (radhiyallahu anhu) bagijima ngokushesha beyosiza uHazrat …

Read More »

IDurood Yesizwe Ifikela KuRasullulah (sallallahu alayhi wasallam)

عن أبي هريرة قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم لا تجعلوا بيوتكم قبورا ولا تجعلوا قبري عيدا وصلوا علي فإن صلاتكم تبلغني حيث كنتم (سنن أبي داود، الرقم: 2042، وإسناده جيد كما في البدر المنير 5/290) UHazrat Abu Hurairah (radhiyallahu anhu) ubika ukuthi uHazrat Rasulullah (sallallahu alayhi wasallam) …

Read More »

IDua Emuva KweAzaan

1. Emuva kweAzaan, kumele usho iDurood kumprofethi (sallallahu alayhi wasallam) ulandele ngokusho leDua elandelayo : اَللّٰهُمَّ رَبَّ هٰذِهِ الدَّعْوَةِ التَّامَّةِ وَالصَّلَاةِ الْقَائِمَةِ آتِ مُحَمَّدًانِ الْوَسِيْلَةَ وَالْفَضِيْلَةَ وَابْعَثْهُ مَقَامًا مَّحْمُوْدًانِ الَّذِيْ وَعَدْتَّهُ إِنَّكَ لَاتُخْلِفُ الْمِيْعَادْ O Allah, nkosi yalesimemezelo esiphelele neSalaah esunguliwe, nikeza umprofethi Muhammad (sallallahu alayhi wasallam) ‘iwaseelah’ (isgaba esiphezulu kakhulu eJannah) …

Read More »

Ukudumiswa KwamaSahaabah (radhiyallahu anhum) KwiKuraan Majeed

Ukukhathazeka Kowesifazane Owaseqenjini LeAnsaar NgoRasulullah (sallallahu alayhi wasallam) Ngenkathi kuyimpi yaseUhud, amaMuslim alahlekelwa okuningi futhi isbalo sabantu esikhulu esabulawa. Ngenkathi loludaba lokushona kwabantu abaningi lufika eMadinah, abesifazane baphuma ezindlini zabo befuna ukwazi ngesehlakalo esenzekile empini. Ngokubona isxuku sabantu esikhulu sihlanganele endaweni eyodwa, oyedwa owesifazane waseqenjini leAnsaar, wabuza wathi, “Unjani umprofethi …

Read More »