UHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) Uncamela Ukudela Yonke Into Yakhe KuRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) Ngenkathi kuyimpi yaseBadr indoda kaHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) uAbdur Rahmaan (Radiallahu anhu) wayelwa eqenjini labangakholwa ngoba wayengaka yamukeli iIslaam. Emvakweskhathi seyamukelile iIslaam, esehleli nobaba wakhe uHadrat Abu Bakr Siddeeq (radiallahu anhu) wathi, “O baba wami …
Read More »Intethelelo Yezono Zeminyaka Ewu (80) Futhi Nokubhalelwa Ukukhonza kweminyaka Ewu (80) Ngokusho IDurood Ewu (80) Ngolwesihlanu
عن أبي هريرة رضي الله عنه قال: قال رسول الله صلى الله عليه وسلم: من صلى صلاة العصر من يوم الجمعة فقال قبل أن يقوم من مكانه اللهم صل على محمد النبي الأمي وعلى آله وسلم تسليما ثمانين مرّة غفرت له ذنوب ثمانين عاما وكتبت له عبادة ثمانين سنة (القول …
Read More »Imibuzo Ejikelele Mayelana NeAzaan NeIkaamah – 4
7. Umbuzo: Uma uzwa amaAzaan amaningi asuka emaMasjid ahlukene, kumele uwaphinde amazwi awonke amaMasjid futhi uphinde wenze iDua ehlukene yawona wonke amaMasjid? Cela uchaze umthetho womuntu ophakathi eMasjid nomuntu ongaphandle kweMasjid. Impendulo : Uma uphakathi eMasjid ngenkathi kwenziwa iAzaan ngaleyonkathi uzwa amaAzaan ahlukene asuka kwamanye amaMasjid, kumele uphinde amazwi eAzaan …
Read More »Ukubizwa NgoAs-Siddeeq NguHadrat Jibraeel (alayhis salaam)
Uthando LaHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) Luhambiselana Nothando LikaRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) Emvakokuthi ubaba kaHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) amukele iIslaam, uHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) wathi kuHadrat Rasullullah (sallallahu alaihi wasallam), “Ngiyafunga ngalo owakuthumela neqiniso! Noma ngabe ngijabule kangakanani ukwamukelwa kweIslaam ubaba wami, injabulo ebengizoba nayo uma umalume wakho …
Read More »Imibuzo Ejikelele Mayelana NeAzaan NeIkaamah – 3
5. Uma phakathi nokwenza iAzaan ukhohlwe amagama athile kumele wenze njani? Impendulo : Uma ukhumbula phakathi neAzaan noma usanda ukuqeda ukwenza iAzaan ngaphambili kokuthi ukhulume kumele usho lamazwi kade uwakhohliwe uqhubeke la ugcine khona. Kodwa uma usho lamazwi okade uwakhohliwe kuphela futhi uyiqedele iAzaan kungcono ngoba uyobe wenza iAzaan ngendlela …
Read More »Umuntu OneImaan Enkulu Kakhulu Kulesizwe
UHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) Esiza UHadrat Rasullullah (sallallahu alaihi wasallam). UHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) Ubika Lokhu Okulandelayo Mayelana Nohambo Lakhe NoRasulullah (sallallahu alaihi wasallam) Sasihamba ngokushesha phakathi nobusuku nengxenye yosuku olulandelayo kwaze kwaba namandla ukushisa kwase mini. Ngase ngabona ukuthi emgaqweni akusekho muntu futhi kungahambi muntu. Ngabheka phambili …
Read More »Ukusho IDurood Ewu (1000) Ngolwesihlanu
عن أنس بن مالك قال: قال رسول الله صلى الله عليه وسلم: من صلى علي في يوم الجمعة ألف مرة لم يمت حتى يرى مقعده من الجنة (أخرجه ابن شاهين بسند ضعيف كذا في القول البديع صـ 397) UHadrat Anas (radiallahu anhu) ubika ukuthi uHadrat Rasullullah (sallallahu alaihi wasallam) wathi, …
Read More »Al Ateeq – Lo Okhululiwe Emlilweni WaseJahannam
Inhlonipho KaHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) KuRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) Nothando Lwakhe LikaRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) Ngenkathi kuyiFat-he-Makkah Mukarramah (ukuqontshwa kwabantu baseMakkah), uHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) waletha ubaba wakhe uAbu Quhaafa (radiallahu anhu) kuRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) ukuze amukele iIslaam. Ngalesosikhathi uAbu Quhaafa (radiallahu anhu) wayekade eniminyaka edlula u …
Read More »Ukuthola IDua KaHadrat Rasullullah (sallallahu alaihi wasallam) Ngokusho IDurood Ngosuku LweJumuah
عن عمر بن الخطاب رضي الله عنه قال: قال رسول الله صلى الله عليه وسلم: أكثروا الصلاة علي في الليلة الزهراء واليوم الأزهر فإن صلاتكم تعرض علي فأدعو لكم وأستغفر (القربة لابن بشكوال، الرقم: ١٠٧، وسنده ضعيف كما في المقاصد الحسنة، الرقم: ١٤٨) UHadrat Umar bin Khattaab (radiallahu anhu) ubika …
Read More »Imibuzo Ejikelele Mayelana NeAzaan NeIkaamah – 2
3. Umbuzo: Uma ukwenza iAzaan ngaphakathi kweMasjid kuMakrooh (yinto engathandekile) pho yinidaba iAzaan le eyenziwa ngaphambili kweKhuthuba yenzelwe ngaphakathi kweMasjid? Impendulo: Umthetho weAzaan le eyenziwa ngaphambili kweKhuthuba uhlukile kunomthetho weAzaan le yamaSalaah ansuku zonke. Mayelana naleAzaan (le yeKhuthba) iSunnah yakhona ukuthi yenzelwe ngaphakathi kweMasjid. Inhloso yaleAzaan eyenziwe eduze kweMimbar ukuthi …
Read More »