Umuntu Olunge Kakhulu Kulesizwe

Umuntu Olunge Kakhulu Walesizwe UHadrat Abu Darda (radiallahu anhu) wathi, “Ngelinye ilanga uRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) wangibona ngihamba ngaphambili kwaHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu). Ngenkathi uRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) ebona lokhu, wathi kumina,” ungahambi ngaphambili komuntu oncono kunawe (uHadrat Abu Bakr).” Emvakwalokho uRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) wase echaza ubuhle obukhulu …

Read More »

AmaSunnat Nendlela yokwenza IKurbaani – 3

12. Kuvumelekile ukuthi owesifazane azihlabele isilwane sakhe kodwa 13. Ungasihlabi isilwane ngaphambili kwezinye izilwane. 14. Uma uhlaba kumele usebenzise ummese obukhali futhi kumele uhlabe ngokusheshisa. Ungasizwisi isilwane izinhlungu ngokusebenzisa ummese obuthuntu noma ngokwenza kancane. عن عبد الله بن عمر رضي الله عنهما قال: أمر رسول الله صلى الله عليه وسلم …

Read More »

Ubuhle Obukhulu Bokusho IDurood Ngosuku LweJumuah

عن أوس بن أوس رضي الله عنه قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم إن من أفضل أيامكم يوم الجمعة فأكثروا علي من الصلاة فيه فإن صلاتكم معروضة علي قال: فقالوا: يا رسول الله: وكيف تعرض صلاتنا عليك، وقد أرمت قال: يقولون بليت قال: إن الله تبارك وتعالى حرم …

Read More »

Umlandeli KaRasulullah (sallallahu alaihi wasallam) Emgedeni Nasechibini

UHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) Emgedeni Wase Kawsar Ngenkathi besemgedeni kwiHijrah (uhambo olalusuka eMakkah luya eMadina) kubikwa ukuthi uHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) wakhathazeka ukuthi kungabikhona isilwane esizoqhamuka ezimbobeni zomgede silimaze uRasullullah (sallallahu alaihi wasallam). Wase evala izimbobo ngokudabula iziqephu zendwango yakhe eyangezansi kwase kwasala izimbobo ezimbili ekwashoda khona indwangu. …

Read More »

Ukwandisa Ukusho IDurood Ngosuku LweJumuah

عن أبي هريرة رضي الله عنه قال : قال رسول الله صلى الله عليه وسلم : أكثروا الصلاة علي في الليلة الزهراء واليوم الأغر فإن صلاتكم تعرض علي (المعجم الاوسط للطبراني وسنده ضعيف لكن يتقوى بشواهده كما في القول البديع صـ 325) UHadrat Abu Hurairah (radiallahu anhu) ubika ukuthi URasullullah …

Read More »

AmaSunnat Nendlela yokwenza IKurbaani – 2

6. KuyiSunnah ukugwema ukudla ekuseni ngosuku lweEid ul Adha kuze kubuywe kwiEid Salaah. عن ابن بريدة عن أبيه رضي الله عنه أن رسول الله صلى الله عليه وسلم كان لا يخرج يوم الفطر حتى يأكل وكان لا يأكل يوم النحر حتى يرجع (سنن ابن ماجة، الرقم: 1756) UHadrat Buraidah (radiallahu …

Read More »

ISahaabi Ekade Linomusa kakhulu KuleUmmah (kulesizwe)

Ukudela Umcebo Wakhe KuRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) UHadrat Abu Hurairah (radiallahu anhu) ubika ukuthi URasullullah wathi, “Awukho umcebo womuntu engazuza kuwo njengomcebo kaHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu).” Ngokuzwa lokhu UHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) wase ekhala ethi “Umcebo wami, nami konke kungo kwakho, O Sithunywa sika Allah(sallallahu alaihi wasallam)!” Kwenye …

Read More »

Ukusho IDurood Uma Uvukela ISalaah YeTahajjud

عن عبد الله بن مسعود قال يضحك الله إلى رجلين رجل لقي العدو وهو على فرس من أمثل خيل أصحابه فانهزموا وثبت فإن قتل استشهد وان بقي فذلك الذي يضحك الله إليه ورجل قام في جوف الليل لا يعلم به أحد فتوضأ فأسبغ الوضوء ثم حمد الله ومجده وصلى على …

Read More »

AmaSunnat Nendlela yokwenza IKurbaani

 1. IKurbaani iyiIbaadah (indlela yokukhonza) enkulu kwiIslaam. Kunenkulumo ekhethekile kwiKuraan mayelana neKurbaani, ubuhle bayo obukhulu futhi ukubaluleka kwayo kugcizeleliwe kwiKuraan namaHadeeth kaRasullullah (sallallahu alaihi wasallam). UAllah uthi : لَنۡ یَّنَالَ اللّٰه لُحُوۡمُها وَلَا دِمَآؤُها وَلٰکِنۡ یَّنَالُه التَّقۡوٰی مِنۡکُمۡ “Akusiyona inyama noma igazi (lesilwane) elifikela kuAllah eskhundleni salokho ubuqotho benhliziyo okufinyelela …

Read More »

UAllah Uthembisa AmaSahaabah (radhiyallahu anhum) IJannah

Uthando LaHadrat Anas bin Nadhar (radiallahu anhu) LaRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) Nokufa Kwakhe Empini YaseUhud Ngenkathi amaMuslim enqotshwa eUhud, kwaqala kwasabalala amahemuhemu ngokuthi uRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) ubulewe. Loludaba ladala ukuthi amaSahaabah (radiallahu anhum) aphelelewe umdlandla, alahle ithemba. UHadrat Anas (radiallahu anhu) wase ebona UHadrat Umar (radiallahu anhu) noHadrat Talha …

Read More »