Isimo Salana Emhlabeni Umasiqhathaniswa Nesimo Sakwelizayo

UAllah wadala umhlaba ukuthi kube indawo yokwenza izenzo wase futhi wadala umhlaba wakwelizayo ukuze umuntu athole umvuzo wezenzo zakhe. Uma umuntu eletha iImaan futhi enze izenzo ezinhle la emhlabeni. Uyothola umvuzo wezenzo zakhe ngokunikwa iJannah (izulu). Ngokufanayo uma umuntu enza izenzo ezibi futhi angayilethi iImaan empilweni yakhe aphile impilo yokungakholwa …

Read More »

Ukusho Isibalo SeDurood Esikhethekile Ngaphambili Kokuthi Ulale

UShaykh Ibnu Hajar Makkai ubika enye indaba yenceku ekade ijwayele ukuzibandakanya ngokusho isibalo seDurood esikhethekile ngaphambili kokuthi ilale. Ngobunye ubusuku wabona uNabi (sallallahu alayhi wasallam) ephupheni. UNabi (sallallahu alayhi wasallam) wangena endlini yakhe, yase indlu yakhe yakhanya yonke ngeNoor (ukukhanya okukhethekile) kaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam). URasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wase …

Read More »

Ukuphana kwaHadrat Zubayr (radiyallahu anhu)

Ukuphana kwaHadrat Zubayr (radiyallahu anhu) UHishaam bin Urwah (radiyallahu anhu) ubika ukuthi amaSahaabah awu (7) abeka uHadrat Zubayr (radiyallahu anhu) ukuthi alawule ifa labo uma bengasekho la emhlabeni. Phakathi kwa lamaSahaabah kade kukhona uHadrat Uthmaan, uHadrat Abdur Rahmaan bin Auf, uHadrat Miqdaad noHadrat Abdullah bin Mas’ood (radiyallahu anhum). Emva kokushona …

Read More »

Umnikazi Wosuku Lokwahlulela

ملك يوم الدين Mnikazi wosuku lokwahlulela. Noma ngabe uAllah engumnikazi wendalo yonke nayo yonke into emhlabeni, uAllah uzichaza kulevesi njengomuntu owumnikazi wosuku lokwahlulela uqobo lakhe. Abafundisi bachaza ukuthi isizathu salokho ukuthi uAllah unike umuntu amandla okuba umnikazi wezinto ezithile futhi uAllah unike abantu abathile igunya lokuphatha abantu nokuphatha umhlaba ethize …

Read More »

Ukuhlonishwa UAllah Ngenxa Yokusho IDurood Eningi

Kubikiwe mayelana uAbul Abbaas, Ahmad bin Mansoor (rahmatullah alayhi), emva kokuthi ahambe la emhlabeni, omunye umlisa wase ndaweni ekuthiwa iSheeraaz wambona ephupheni. Ephupheni wabona, uAhmad bin Mansoor kade emile ngaphambili kweMasjid yaseSheeraaz. Egqoke izingubo ezinhle egqoke umqhele omuhle ekhanda ofakwe ubukhazikhazi okukhethekile. Lomuntu wase embuza,”UAllah ukuphathe kanjani?“ Waphendula wathi,” UAllah …

Read More »

Isishoshovu Esikhulu Phakathi Kwezishoshovu ZeIslaam

Ekugxileni KwiIslaam UAbul Aswad ubika lokhu okulandelayo: UHadrat Zubayr (radiyallahu anhu) wamukela iIslaam eneminyaka ewu(8),wase wafuduka eseneminyaka ewu (18). Umalume wakhe ubejwayele ukumgoqa ngocansi amlengise, abase umlilo ukuze azohilwa intuthu. Umalume wake amqoke ukuthi akashiye iIslaam, yena ubejwayele ukuphendula athi, “Angisoze ngaba iKaafir (umuntu ongakholwa)!” UHadrat Zubayr (radiyallahu anhu) kade …

Read More »

Onomusa, Onesihawu

الرحمن الرحیم Onomusa, onesihawu U “Ar-Rahmaan” no “Ar-Raheem” izichasiso ZikaAllah Ta’ala, ezikhombisa umusa wakhe omkhulu kakhulu. Kepha-ke, umehluko phakathi kwalezichasiso ukuthi u”Ar-Rahmaan” uchaza isimilo somusa wakhe, u”Ar-Raheem” uchaza ubukhulu bomusa wakhe.

Read More »

Ukuthethelelwa Ngenxa Yesibusiso SeDurood

Enye inceku yake yasho lendaba elandelayo: Ngake ngabona umuntu waye kade ebizwa ngo’Mistah’ ephupheni emvakokuthi ashone. Kade engumuntu owenza izono impilo yakhe yonke. Ngenkathi ngimbona ephupheni, Ngambuza ukuthi ukuphathe kanjani uAllah? ” Waphendula wathi,” UAllah ube nomusa kumina wangithethelela.” Ngase ngimbuza,” Ngasiphi isenzo? ” Waphendula wathi,” Ngelinye ilanga, ngake ngabuza …

Read More »

IDua Ekhethekile KaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) Le Wayenzela UHadrat Zubayr (radiyallahu anhu)

Ukubamba Iqhaza Empini YaseBadr UIsmaa’eel bin abi Khaalid ubika ukuthi uBahiyy (rahmatullah alayhi) wathi, “kade bebabili abantu abelwa begibele amahhashi empini yaseBadr. Oyedwa uHadrat Zubayr (radiyallahu anhu), okade elwa eceleni lwesokudla, omunye kade kunguHadrat Mikdaad bin Aswad (radiyallahu anhu) okade elwa eceleni lwesonxele. UHishaam bin Urwah ubika ukuthi ubaba wakhe, …

Read More »

Umuntu Othandekile KuRasullullah (sallallahu alayhi wasallam)

Isexwayiso Ngokusho AmaHadeeth Asuka KuRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) UHadrat Abdullah bin Zubayr (radiyallahu anhu) ubika ukuthi wake wabuza ubaba wakhe, uHadrat Zubayr (radiyallahu anhu), “Kungani ungawasho amaHadeeth aRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) njengamanye amaSahaabah (radiyallahu anhum) ewasho?” UHadrat Zubayr (radiyallahu anhu) waphendula ethi, “Angisukanga eceleni kwaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) selokhu ngamukela …

Read More »