Sahaabah

Izindaba Ezinhle Ezokungena EJannah EzaHadrat Abu Ubaydah bin Jarrah (radiyallahu anhu)

Isifiso SikaHadrat Umar (radiyallahu anhu) Ukuthi Abusiswe Ngegumbi Eligcwele Abantu Abanjengo Hadrat Abu Ubaydah bin Jarrah (radiyallahu anhu) Ngelinye ilanga uHadrat Umar waye kade ehleli nabantu wase ebabuza lombuzo olandelayo, “Ngicela ningitshela ukuthi yini isifiso senu?” Oyedwa waphendula wathi, “Isifiso sami ukuthi ngibe negumbi eligcwele imali eyamasiliva ukuze ngizoyisebenzisa yonke …

Read More »

Umphatheli Okhethekile Walesizwe

Ukuthembeka Okukhulu KwaHadrat Abu Ubaydah bin Jarrah (radiyallahu anhu) Emvakokuthi abantu baseNajraan bamukele iIslaam, bafika kuRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) bacela ukuthi abanike umuntu othembekile (ozobafundisa iIslaam). URasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wathi kubona : لابعثن إليكم رجلا امينا حق امين “Ngizonithumela umuntu othembekile, ngempela uthembekile kakhulu.” Ngalesosikhathi amaSahaabah (radiyallahu anhum) lawa …

Read More »

Ukujabula KwaRasullullah NgoHadrat Zubayr (radiyallahu anhu)

UHadrat Zubayr (radiyallahu anhu) Uqamba Amadodana Akhe Ngamagama Alaba Abashonela EUhud Belwa Endleni KaAllah UHadrat Zubayr (radiyallahu anhu) wake wathi: “Impela, uTalha bin ubaydillah (radiyallahu anhu) unika amadodana akhe amagama abaprofethi, kepha uyazi ukuthi akekho omunye umprofethi oyolandela emva kwamprofethi Muhammad (sallallahu alayhi wasallam). UHadrat Zubayr (radiyallahu anhu) wase ethi,”Mina …

Read More »

UHadrat Zubayr (radiyallahu anhu) Uthola Amanxeba Ngenkathi Elwa Endleleni KaAllah

Ubuqhawe BaHadrat Zubayr (radiyallahu anhu) Ngosuku lwempi yaseYarmook, amaSahaabah (radiyallahu anhum) athi kuHadrat Zubayr (radiyallahu anhu), “Kungani ungangeni ngokuphelele uhlasele isitha kubese thina silandele wena ngokuhlasela?” UHadrat Zubayr (radiyallahu anhu) wase ephendula ethi, “Ngiyazi ukuthi uma ngingena ngibahlasela, nina ngeke nize ningilandele.” AmaSahaabah (radiyallahu anhum) aphendula athi, “Cha, thina sizokulandela.” …

Read More »

Ukuphana kwaHadrat Zubayr (radiyallahu anhu)

Ukuphana kwaHadrat Zubayr (radiyallahu anhu) UHishaam bin Urwah (radiyallahu anhu) ubika ukuthi amaSahaabah awu (7) abeka uHadrat Zubayr (radiyallahu anhu) ukuthi alawule ifa labo uma bengasekho la emhlabeni. Phakathi kwa lamaSahaabah kade kukhona uHadrat Uthmaan, uHadrat Abdur Rahmaan bin Auf, uHadrat Miqdaad noHadrat Abdullah bin Mas’ood (radiyallahu anhum). Emva kokushona …

Read More »

Isishoshovu Esikhulu Phakathi Kwezishoshovu ZeIslaam

Ekugxileni KwiIslaam UAbul Aswad ubika lokhu okulandelayo: UHadrat Zubayr (radiyallahu anhu) wamukela iIslaam eneminyaka ewu(8),wase wafuduka eseneminyaka ewu (18). Umalume wakhe ubejwayele ukumgoqa ngocansi amlengise, abase umlilo ukuze azohilwa intuthu. Umalume wake amqoke ukuthi akashiye iIslaam, yena ubejwayele ukuphendula athi, “Angisoze ngaba iKaafir (umuntu ongakholwa)!” UHadrat Zubayr (radiyallahu anhu) kade …

Read More »

IDua Ekhethekile KaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) Le Wayenzela UHadrat Zubayr (radiyallahu anhu)

Ukubamba Iqhaza Empini YaseBadr UIsmaa’eel bin abi Khaalid ubika ukuthi uBahiyy (rahmatullah alayhi) wathi, “kade bebabili abantu abelwa begibele amahhashi empini yaseBadr. Oyedwa uHadrat Zubayr (radiyallahu anhu), okade elwa eceleni lwesokudla, omunye kade kunguHadrat Mikdaad bin Aswad (radiyallahu anhu) okade elwa eceleni lwesonxele. UHishaam bin Urwah ubika ukuthi ubaba wakhe, …

Read More »

Umuntu Othandekile KuRasullullah (sallallahu alayhi wasallam)

Isexwayiso Ngokusho AmaHadeeth Asuka KuRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) UHadrat Abdullah bin Zubayr (radiyallahu anhu) ubika ukuthi wake wabuza ubaba wakhe, uHadrat Zubayr (radiyallahu anhu), “Kungani ungawasho amaHadeeth aRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) njengamanye amaSahaabah (radiyallahu anhum) ewasho?” UHadrat Zubayr (radiyallahu anhu) waphendula ethi, “Angisukanga eceleni kwaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) selokhu ngamukela …

Read More »

Umsizi Okhethekile KaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam)

Ukuthola Igama Elithi “Msizi Okhethekile” KaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) Ngenkathi kuyimpi eyaqanjwa ngeAhzaab, lempi iphinde ibizwe ngempi yaseKhandaq (impi yomsela), amaMuslim athola ulwazi lokuthi iqembu leBanu Kurayzah liphule isithembiso sokubambisana noRasulullah (sallallahu alayhi wasallam) bazibandakanya nezitha. Ukuze uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) abe nesiqiniseko salolwazi alitholile wabuza amaSahaabah (radiallahu anhum), “Ubani …

Read More »

Ukuthuthumala Kwentaba Ekuthiwa IHiraa Ngenxa Yenjabulo

Amanxeba Endleleni KaAllah Ta’ala UHafs bin Khallaad ubika ukuthi elinye ikhehla elafika eMowsil lambikela lokhu okulandelayo: Ngake ngahamba noZubayr (radiyallahu anhu) kweminye yohambo lakhe. Ngenkathi sisendleleni safika endaweni evulekile engenalutho, uHadrat Zubayr (radiyallahu anhu) wadinga ukuthi ageze ukugeza okuyimpoqo. Wase ethi kuye ngifihle (ngendwangu ukuze ngingabonwa abantu ngifuna ukugeza).” Ngase …

Read More »