Umlayezo WeSurah Fatiha

Uma uhlola isahluko seSurah Fatiha, uzobona ukuthi umyalezo kaAllah umayelana nokuthi umuntu uyenza kanjani iDua (ukukhuleka) kuAllah futhi acele isiqondiso kuye. Kepha-ke kuleSurah umuntu ucela uAllah ukuthi amakhombise indle yalaba abakhethile futhi amvikele endleleni yalaba abathola ukuthukuthela kwakhe futhi nendlela yalaba abalahlekile.

UAllah uyawuphendula umkhulekho womuntu ngokumnika isiqondiso esethulwa kwinxenye yeKuraan elandelayo. Kepha-ke kufana nokuthi lenxenye yeKuraan elandelayo iyimpendulo yomkhuleko weSurah Fatiha.

About admin

Check Also

Uhlelo LobuNkulunkulu luka-Allah USomandla

Kuleli vesi, uAllah usiyale ukuba silandele izinceku zakhe ezithembekile, njengoba kuyibo abayaziyo indlela eqondile. Isizathu …