Ukujabula KwaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) NgoHadrat Sa’d (radiyallahu anhu)

Ukuba Nothando LeAnsaar (abantu abamukela laba abasuka eMakkah)

UHadrat Aamir (rahmatullah alayhi) indodana kaHadrat Sa’d (radiyallahu anhu) ibika lokhu okulandelayo:
Ngake ngathi kubaba wamj, “O Baba wami othandekile! Ngibona ukuthi ukhombisa uthando nenhlonipho enkulu kubantu beAnsaar kunawowonke umuntu.”
UHadrat Sa’d (radiyallahu anhu) wase engibuza, “O Ndodana! Akukjabulisi yinu lokho? Ngaphendula ngathi,”Cha! Haayi ukuthi angijabulile. Kodwa, ngithokoziswa indlela ekhethekile obaphatha ngayo (ngase ngifisa ukwazi isizathu salesenzo sakho obakhombisa sona).”
UHadrat Sa’d (radiyallahu anhu) wase ethi, “(isizathu sami sokuba khimbisa uthando nenhlonipho enkulu) ukuthi ngezwa uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) ethi, “Umuntu oyikholwa langempela kuphela ongaba nothando lamaAnsaar futhi umzenzisi kuphela ongazonda iAnsaar.”

About admin

Check Also

IDua Ekhethekile KaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) Le Wayenzela UHadrat Zubayr (radiyallahu anhu)

Ukubamba Iqhaza Empini YaseBadr UIsmaa’eel bin abi Khaalid ubika ukuthi uBahiyy (rahmatullah alayhi) wathi, “kade …