Imibandela Ekumele Uyilandele Ukuze Uzuze KwiKuraan Engcwele

Imibandela yokuthi umuntu azuzs kwiKuraan ukuthi umuntu akholelwe kwizinto eziyisisekela zenkolo, ukulandela imithetho kaAllah, nendlela kaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) nokugwema ukulandela indle yokuphula umthetho.

Ukukholelwa kwizinto eziyisisekelo kumayelana nalokho okulandelayo:

1. Ukukholelwa kubunye bukaAllah.

2. Ukukholelwa esibalulweni sakhe esihle esaphezulu.

3. Ukukholelwa kwelizayo – iJannah (izulu) neJahannam (isihogwe).

4. Ukukholelwa ngosuku lokwahlulela

5. Ukukholelwa ebuprofethini bukaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam)

Ngokufanayo, leSurah ilawula umuntu ukuthi akwazi ukufeza ukusondela kwakhe kuAllah ngokumthandaza futhi nokucela isiqondiso nosizo kuye.

Uma umuntu osho leSurah futhi ayifunde ngomqondo ovulekile nenhleziyo eqotho, njengomuntu oFuna iqiniso, uzobusiswa ngesiqondiso esisuka kuAllah.

About admin