Umuntu Olunge Kakhulu Kulesizwe

Umuntu Olunge Kakhulu Walesizwe

UHadrat Abu Darda (radiallahu anhu) wathi, “Ngelinye ilanga uRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) wangibona ngihamba ngaphambili kwaHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu).
Ngenkathi uRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) ebona lokhu, wathi kumina,” ungahambi ngaphambili komuntu oncono kunawe (uHadrat Abu Bakr).”
Emvakwalokho uRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) wase echaza ubuhle obukhulu bukaHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu). URasullullah (sallallahu alaihi wasallam) wathi, “UHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) ungumuntu ulunge kakhulu walesizwe ilanga laphuma lashonela ngakuyena.”

About admin

Check Also

Umphatheli Okhethekile Walesizwe

Ukuthembeka Okukhulu KwaHadrat Abu Ubaydah bin Jarrah (radiyallahu anhu) Emvakokuthi abantu baseNajraan bamukele iIslaam, bafika …